Ufuna u-R25m ngokuxoshwa kuma-idols SA - Umbiko

Cape Town - UGareth Cliff kubikwa ukuthi uhlela ukuphoqa iM-Net ukuba imkhokhele u-R25m ngokumxosha kwayo ekubeni ngelinye lamajaji kuma-idols SA.

Ngokombiko we-eNCA  ngoMsombuluko ekuseni uCliff uzomangalela le nhlangano yezokusakaza enkantolo ngokumxosha kungafanele.

UCliff waxoshwa ekubeni ngelinye lamajaji ngemuva kokuphawula kwakhe kuTwitter ngenkulumo kaPenny Sparrow eyayinokucwasa ngokwebala.

Funda nalolu daba: Kuthiwa usethole uthando olusha umama wengane kaJaji

Ngokusho kommmeli kaCliff, iM-Net ayizange ilandela imigudu efanele ngaphambi kokuxoshwa kwakhe.

Lolu daba lwaphinde lwasusa umsindo ngemuva kokuba uSomizi, naye oyijaji kuma-idols SA, engaxoshwanga ngokuphawula kwakhe ngalolu daba.

Abakwa-M-Net bebengakaphenduli ngale miiko.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
When planning for the Black Friday sales do you:
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Save, research and plan ahead, preparing to make the most of it?
8% - 942 votes
Wait and see what looks like a good deal on the day?
14% - 1772 votes
Have no interest in spending more money this year?
78% - 9769 votes
Vote
ZAR/USD
15.26
(-0.55)
ZAR/GBP
20.36
(-0.36)
ZAR/EUR
18.14
(-0.43)
ZAR/AUD
11.21
(-0.21)
ZAR/JPY
0.15
(-0.57)
Gold
1812.10
(+0.17)
Silver
23.36
(+0.46)
Platinum
958.00
(+0.05)
Brent Crude
47.84
(+3.78)
Palladium
2323.00
(-0.13)
All Share
57770.97
(+0.02)
Top 40
53003.45
(-0.09)
Financial 15
11617.98
(-0.49)
Industrial 25
80038.24
(-0.11)
Resource 10
52624.89
(+0.11)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo