Ugcwele amathafa ozame ukudlwengula ekhubazekile

Durban - Umphakathi waseCottonlands enyakatho neTheku uthukuthele ubhodla umlilo ngemuva kokuba kucishe kwadlwengulwe ingane yentombazane eneminyaka engu-10 ubudala ekhubazekile.

Isigameko senzeka ngesonto eledlule ngOmsombuluko emzini wendoda esesitolo kuwo lo muzi.

Umama wentombazane uthi indodakazi yakhe yaya esitolo nabangani yayengwa yindoda yeyayithembisa (oncamnce) izinto ezimnandi.

OLUNYE UDABA: Kudlwengulwe ugogo, 91, eKZN

Kuzwakale ukuthi umsolwa wayihlasela kodwa yakwazi ukumemeza abangani bayizwa base beyofuna usizo. Umama wesisiulu uthi indodakazi yakhe ihlala yesaba ebusuku.

"Angazi ngingakuchaza kanjani lokhu kodwa ngothukuthele. Ngiyazama ukukhuluma nendodakazi yami nokuyeseka kulelsi simo ekuso," kusho umama.

Amaphoyisa aqinisekise ukuvulwa kwecala  kodwa umsolwa usagcwele amathafa, kubika iNewswatch.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter     

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
When planning for the Black Friday sales do you:
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Save, research and plan ahead, preparing to make the most of it?
7% - 988 votes
Wait and see what looks like a good deal on the day?
14% - 1876 votes
Have no interest in spending more money this year?
79% - 10532 votes
Vote
ZAR/USD
15.20
(-0.63)
ZAR/GBP
20.32
(-0.45)
ZAR/EUR
18.12
(-0.61)
ZAR/AUD
11.20
(-0.65)
ZAR/JPY
0.15
(-0.78)
Gold
1809.97
(+0.12)
Silver
23.29
(-0.15)
Platinum
963.00
(+0.40)
Brent Crude
48.73
(+1.57)
Palladium
2368.48
(+2.46)
All Share
57923.69
(+0.31)
Top 40
53084.13
(+0.27)
Financial 15
11645.28
(+0.04)
Industrial 25
79993.34
(+0.20)
Resource 10
52790.93
(+0.35)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo