Ugwetshiwe owavusa isisulu efuna ukusidlwengula eVryheid

Vryheid – Owesilisa waKwaZulu-Natal ugwetshwe iminyaka engu-20 ebhadla ejele ngokugqekeza emzini othile wase edlwengula owesifazane emkhombe ngommese, kusho amaphoyisa.

“INkantolo yesiFunda yaseVryheid igwebe uSigcino Ricardo Ntombela, 26, iminyaka engu-20 esejele ngokudlwengula nokugqekeza,” kusho owamaphoyisa uMajor Thulani Zwane.

Lesi sigwebo siza ngemuva kwesigameko esenzeka ngoJanuwari.

OLUNYE UDABA: Ugixabezwe ngodilikajele olahlwe ngelokudlwengula

Kuthiwa uNtombela wagqekeza umuzi phakathi kwamabili ngoJanuwari, wakhanyisa ugesi wavusa isisulu, 42, wasidlwengula esikhombe ngommese.

Wathi eseqedile ukusidlwengula wasigwaza emhlane wase eyabaleka.

“Kwavulwa icala lokudlwengula nokugqekeza umsolwa waboshwa ngemuva kophenyo,” kusho uZwane.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
47% - 10287 votes
It's four more years for Trump
53% - 11504 votes
Vote
ZAR/USD
16.39
(-0.33)
ZAR/GBP
21.19
(+0.32)
ZAR/EUR
19.14
(+0.48)
ZAR/AUD
11.52
(+0.22)
ZAR/JPY
0.16
(+0.13)
Gold
1866.00
(-0.69)
Silver
23.20
(-0.88)
Platinum
848.00
(-2.47)
Brent Crude
39.48
(-4.73)
Palladium
2195.50
(-2.58)
All Share
51896.97
(-0.79)
Top 40
47576.46
(-0.74)
Financial 15
9756.70
(-2.69)
Industrial 25
72681.12
(-0.25)
Resource 10
47826.96
(-0.63)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo