Ugwetshiwe owabulala indodakazi ngoba 'izimoshele'

Johannebsurg - Igixabezwe iminyaka engu-20 ibhadle ejele indoda eneminyaka engu-32 ubudala yase-Eastern Cape, ngemuva kokubulala indodakazi yayo engayizali.

USiphelo Melfin nentombi yakhe uNosikhumbuzo Mabusela, 28, obengumama kaKungawo Mabusela, 5, batholwe benecala bobabili. UNosikhumbuzo yena ugwetshwe iminyaka emithathu ngokuphambana nengalo yomthetho.

OLUNYE UDABA:Owesilisa utshele umngani ukuthi ubulale indodakazi

Laba bobabili bangcwaba le ngane engadini kagogo wayo.

USiphelo noNosikhumbuzo bagwetshwe eNkantolo yesiFunda yaseMdatsane ngoLwesine begwetshwa yiMantshi, uBulelwa Gixana.

"Ukuzinmoshela kwengane kuyingxenye yokukhula kwayo ngakho akukwazi ukuthi kungaba wukuthi isisayinda incwadi egunyaza ukuthi ibulawe. Ishone ngesihluku ezandleni zabantu okufanele engabe bayayifukamela baphinde bayiphe nothando," kusho uGHixana edlulisa isigwebo.

 - Dailydispatch

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
46% - 6186 votes
It's four more years for Trump
54% - 7272 votes
Vote
ZAR/USD
16.31
(+0.75)
ZAR/GBP
21.46
(-0.67)
ZAR/EUR
19.35
(+0.57)
ZAR/AUD
11.62
(-0.14)
ZAR/JPY
0.16
(-0.05)
Gold
1924.58
(+0.76)
Silver
25.03
(+1.22)
Platinum
887.00
(+2.00)
Brent Crude
43.05
(+1.28)
Palladium
2396.00
(+0.77)
All Share
55345.49
(+0.13)
Top 40
50905.12
(+0.11)
Financial 15
10138.60
(+1.83)
Industrial 25
74577.70
(-1.31)
Resource 10
54447.94
(+1.23)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo