UGxabhashe usethi khumu kuZalo - futhi

Durban - Ngesikhathi uMpumelelo Bulose, odlala indawo kaGxabhashe kuZalo, exoshwa kulo mdlali, wabuyiswa ngemuva kokuthi ababukeli bethi uwusemnandi lo mdlalo ngaphandle kwakhe.

Ophrojusa balo mdlalo baphoqeleka ukuthi bamvuse ekufeni.

Kepha manje sekunamahlebezi athi lo mlingisi ongaconsi phansi kwabaningi usefake incwadi yokwesula emsebenzini.

Imithombo esondelene noZalo itshele iSunday Sun ukuthi uGxabhashe ngeke asaba yingxenye yesizini entsha yalo mdlalo.

OLUNYE UDABA: Uzalo luchitha amahlebezi okuphuma kukaGxabhashe

“UGxabhashe wathusa abantu abaningi ngesikhathi eveza ukuthi uyesula emsebenzini. Watshela abaphathi ukuthi uthole amadlelo aluhlaza."

Omunye umthombo uthe abalingisi sebecikekile indaba kaGxabhashe.

“Bayamhleba bathi uzenzela umathanda kulo mdlalo."

Ethintwa uGxabhashe uthe akazi ukuthi intatheli ikhuluma ngani.

Okhulumela uZalo, uMarang Setshwaelo uthe: "Asikwazi ukudalula abadlali abahambayo nabafikayo ngoba sifuna ukugcina lo mdlalo umnandi."

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
When planning for the Black Friday sales do you:
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Save, research and plan ahead, preparing to make the most of it?
8% - 957 votes
Wait and see what looks like a good deal on the day?
14% - 1799 votes
Have no interest in spending more money this year?
78% - 9917 votes
Vote
ZAR/USD
15.12
(+0.36)
ZAR/GBP
20.24
(+0.23)
ZAR/EUR
18.02
(+0.24)
ZAR/AUD
11.14
(+0.40)
ZAR/JPY
0.14
(+0.35)
Gold
1806.39
(-0.14)
Silver
23.32
(+0.29)
Platinum
965.00
(+0.83)
Brent Crude
47.84
(+3.78)
Palladium
2323.00
(-0.13)
All Share
57742.19
(-0.03)
Top 40
52940.79
(-0.20)
Financial 15
11641.10
(-0.29)
Industrial 25
79835.50
(-0.36)
Resource 10
52605.42
(+0.07)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo