Uhlawulisiwe oshayelise ingane, 12, imoto ezicima ngeSmirnoff Ice

Cape Town -Uhlawulisiwe ubaba oshayelise ingane yakhe eneminyaka engu-12 ubudala imoto ngesikhathi yena ezicima ngezikaFaro eduze kwayo.

Kule mnoto bekukhona nengane eneminyaka emithathu ubudala ngemuva ngesikhathi kushayela lo oneminyaka engu-12 ubudala.

OLUNYE UDABA: Kuboshwe abashayeli abebecwile kwezikafaro eGoli

Lo baba uhlawuliswe imali engu-R1 500 ngemuva kokuzivuma ukuthi nguye ovumele ingane ukuba ishayele imoto yakhe. Kukholakala ukuthi le ndoda ibibhekisa phezulu ibhodlela le-Smirnoff Ice emotweni.

Isikahakmuzi esikhathazekile yiso esibone le moto ebihamba kabi emgwaqeni kuLansdowne Raod KwaMakhaza, eKhayelitsha, ngoMgqibelo ntambama.

Udaba lwalo baba lusaphenywa, kubika iDaily Voice.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter     

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
47% - 8098 votes
It's four more years for Trump
53% - 9265 votes
Vote
ZAR/USD
16.26
(-0.27)
ZAR/GBP
21.23
(-0.32)
ZAR/EUR
19.20
(+0.04)
ZAR/AUD
11.59
(-0.26)
ZAR/JPY
0.16
(-0.08)
Gold
1902.45
(+0.23)
Silver
24.23
(-0.80)
Platinum
890.00
(-0.61)
Brent Crude
41.25
(0.00)
Palladium
2356.01
(-0.60)
All Share
55079.08
(-0.47)
Top 40
50450.54
(-0.48)
Financial 15
10700.43
(-0.84)
Industrial 25
74656.05
(-0.33)
Resource 10
52282.72
(-0.53)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo