Uhlawulisiwe owashaya ingane,6, eyibamba yenza ucansi

Bulawayo - Owesifazane wakwaBulawayo ochazwe yimantshi njengomuntu ononya, uhlawuliswe imali engalinganiselwa ku-R6700 ngokushaya indodakazi,6, kadadewabo ngemuva kokuyibamba yenza ucansi nedodana yakhe eneminyaka emihlanu ubudala.

Ingane eneminyaka eyisithupha ubudala, ebingeniswe esibhedlela i-United Bulawayo (UBH) ngemuva kokushaywa nguJennifer Mupasi, 24, waseMganwini, isiphumile.

Ngelanga lesehlakalo, okukholakala ukuthi senzeka ekuqaleni konyaka, owesifazane onezinyanga eziyisithupha ekhulelwe, ubehlala nentombazane njengoba umama wayo esebenza eNingizimu Afrika.

Funda nalolu daba: 'Wadlwengula umlamu wakhe ngoba efana nonkosikazi wakhe'

Imantshi igwebe uMupasi ngemuva kokulivuma icala lakhe lokushaya ingane ngesihluku.

Imantshi ichaze uMupasi njengomutnu ononya ofanelwe yijele, kodwa yathatha isinqumo sokumhlawulisa njengoba ekhulelwe futhi engumama wezingane ezimbili, kubika iMyzimbabwe.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
When planning for the Black Friday sales do you:
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Save, research and plan ahead, preparing to make the most of it?
8% - 901 votes
Wait and see what looks like a good deal on the day?
14% - 1696 votes
Have no interest in spending more money this year?
78% - 9326 votes
Vote
ZAR/USD
15.34
(+0.14)
ZAR/GBP
20.43
(+0.32)
ZAR/EUR
18.19
(+0.13)
ZAR/AUD
11.23
(-0.15)
ZAR/JPY
0.15
(+0.44)
Gold
1802.79
(-1.82)
Silver
23.14
(-1.62)
Platinum
958.00
(+3.44)
Brent Crude
45.51
(+2.15)
Palladium
2342.00
(+0.60)
All Share
57761.92
(+1.08)
Top 40
53049.43
(+1.09)
Financial 15
11674.99
(+2.97)
Industrial 25
80126.12
(+0.26)
Resource 10
52568.48
(+1.54)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo