UJacob Zuma ulungiselela 'ukubambezela' ukuthethwa kwamacala abhekene nawo

Johannesburg - Ummeli kaJacob Zuma uMicheal Hulley ukuqinisekisile ukuthi bawatholile amasamanisi okuba ikhasimende lakhe livele eNkantolo eNkulu eThekwini ngo-Ephreli 6.

"Ngingakuqinisekisa ukuthi amasamanisi siwatholile kanti manje sesilungiselela ukufaka isicelo sokuba kubuyekezwe isinqumo senhloko ye-NPA sokushushisa,” kusho uHulley kwiNews24. 

Amasamanisi amayelana namacala enkohlakalo abhekene nalowo owayengumengameli wezwe.

OLUNYE UDABA: UZuma akumele akhankasele i-ANC - SACP

Emasontweni amabili edlule, inhloko ye-NPA uShaun Abrahams yamemezela ukuthi uzoshushiswa uZuma.

Isimemezelo sathathwa ngemuva kokuba uZuma enze izethulo, nokuyilapho eyechaza khona ukuthi kungani kungamele ashushiswe, nokusho ukuthi kaziphumelelanga.

Ngonyaka odlule iNkantolo eNkulu yokuDluliswa kwamaCala yathi isinqumo sango-2009 esathathwa yi-NPA ukuhoxisa amacala ayebhekene noZuma siphambene nomthetho.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
When a Covid-19 vaccine for under 16's becomes available, will you be taking your children to get it?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, immediately!
37% - 2444 votes
I'll wait to see how others respond
26% - 1749 votes
No, I don't think they need it
37% - 2436 votes
Vote
ZAR/USD
15.09
(-0.16)
ZAR/GBP
21.02
(-0.23)
ZAR/EUR
18.22
(-0.19)
ZAR/AUD
11.62
(-0.25)
ZAR/JPY
0.14
(-0.54)
Gold
1734.50
(+0.02)
Silver
26.67
(+0.05)
Platinum
1186.51
(+0.42)
Brent Crude
64.40
(-2.56)
Palladium
2310.00
(+0.58)
All Share
66138.05
(-1.99)
Top 40
60754.30
(-2.11)
Financial 15
12200.05
(-1.09)
Industrial 25
86144.34
(-0.81)
Resource 10
67459.85
(-4.14)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo