Ukhishwe yinkosikazi yakhe obedlalisela isisebenzi umphambili

Durban - Ibhekene necala lokungaziphathi kahle emphakathini indoda yaseDurban North ngemuva kokuvezela umuntu wesifazane osebenza eZemvelo umphambili wayo eLagoon Forest ngoLwesine ntambama, kubika iNorthglen News.

UCaptain Raymond Deokaran okhulumela amaphoyisa aseDurban North uthe le ndoda ikhishwe wunkosikazi wayo ngebheyili.

OLUNYE UDABA: Kubikwa ukuthi owesifazane unomkhuba wokudonsa umyeni umphambili

"Owesifazane wayematasa enza umsebenzi wakhe wokuklina endaweni ngesikhathi le ndoda ikhuluma amazwi ahlabayo kuye.  Icela ukuzibandakanya naye ocansini yaze yathi izomnika imali engu-R200.

"Lesi sebenzi satshela le ndoda ukuthi ayihambe kodwa ilokhe iphikelela. Yamulandela yase ikhipha umphambili wayo ngaphandle itshengisa lo wesifazane yaze yawudlalisa. Sabe sesibabiza bonke abasebenzi ngemuva kokuba omunye wabasebenzi bethu ebikele iziphathimandla ebhishi ngodaba.

"Le ndoda iboshiwe yathweswa icala lokungaziphathi kahle. Ibe isidedelwa ngebheyili. Sike saba nesigameko esicishe sifane nalesi khona endaweni yaseDurban North, indoda eyayivezela abashayeli bezimoto umphambili wayo. Angeke size sihambisane nale ndlela yokuziphatha," usho njalo.

 - The Citizen

- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
46% - 6750 votes
It's four more years for Trump
54% - 7861 votes
Vote
ZAR/USD
16.21
(+0.75)
ZAR/GBP
21.22
(+1.04)
ZAR/EUR
19.16
(+1.01)
ZAR/AUD
11.54
(+0.55)
ZAR/JPY
0.15
(+0.86)
Gold
1903.41
(-0.92)
Silver
24.66
(-1.17)
Platinum
885.00
(+0.23)
Brent Crude
42.06
(-3.35)
Palladium
2371.00
(-0.06)
All Share
54796.42
(-0.99)
Top 40
50276.84
(-1.23)
Financial 15
10376.28
(+2.34)
Industrial 25
74130.97
(-0.60)
Resource 10
52819.20
(-2.99)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo