UKhoza uthi bafuna abantu abazoqopha umlando kwiPirates

Johannesburg - Usihlalo we-Orlando Pirates u-Irvin Khoza usenxuse abadlali bakhe ukuba bazakhele igama kuleli qembu njengoba ngonyaka ozayo lizobe libugaza iminyaka engu-80 lasungulwa.

UKhoza usayine abadlali abasezingeni eliphezu njengoba ehlose ukugubha le minyaka ngesiyela.

Nakuba bengawinanga lutho ngesizini edlule, uKhoza kumjabulisile ukubona iqembu lakhe lifinyelela kowamanqamu eCAF Confederation.

Funda nalolu daba: Nansi imali abawina izindoda kuma-Olympic

“Umqeqehsi uMuhsin Ertugral kanye nabadlali esibalethayo eqenjini, sibabuza umbuso owodwa. Uzosiza kanjani okuqopheni umaldno nePirates,” kusho uKhoza.

“Kubalulekile ukushiya umlando. Njengoba sigubha iminyaka engu-80 ngonyaka ozayo, kungaba kuhle kakhulu uma singaqopha omunye umlando.”

UKhoza uqhube wathi u-Ertugral bamnqumele ukuba ashiye owakhe umlando naye kuleli qembu, kubika iKickOff.com.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
When a Covid-19 vaccine for under 16's becomes available, will you be taking your children to get it?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, immediately!
36% - 1857 votes
I'll wait to see how others respond
27% - 1399 votes
No, I don't think they need it
37% - 1888 votes
Vote
ZAR/USD
14.48
(+0.40)
ZAR/GBP
20.49
(+0.21)
ZAR/EUR
17.63
(+0.22)
ZAR/AUD
11.54
(-0.36)
ZAR/JPY
0.14
(+0.87)
Gold
1801.45
(-0.23)
Silver
27.85
(+0.78)
Platinum
1265.06
(+1.48)
Brent Crude
64.18
(+0.19)
Palladium
2435.99
(+4.70)
All Share
66200.76
(+0.42)
Top 40
60747.41
(+0.42)
Financial 15
12354.99
(+0.99)
Industrial 25
86550.38
(-0.10)
Resource 10
66735.02
(+0.89)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo