UKomphela uthi useyakugwema ukufunda izindaba

Johannesburg - Umqeqeshi weKaizer Chiefs uSteve Komphela uthi uyakugwema ukufunda amaphephandaba noma izindaba ku-internet kulezi zinsuku – uthi akafuni ukuzwa ukuthi abezindaba bathini ngaye.

“Akumnandi ukufunda ukuthi kuthiwani ngawe ngenxa yokwesaba izinto ezikhulunywayo ngawe – hhayi ngoba usuke ungazi, usuke wazi kahle – kodwa inkinga kuba ngukuthi kubhalwa ngawe ngendlela enobudedengu,” usho kanje.

“Kuyadikibalisana, kodwa akumele sidikibale.”

Funda nalolu daba: IChiefs ingase idayise uMathoho - Umbiko

UKomphela usehlulwe kanye emidlalweni yeligi selokhu kuqale isizini futhi usefinyelele emidlalweni emibili yamanqamu, ngeshwa wahlulwa kuyona yombili.

“Akulula ukubhekana nalesi simo engikusona,” ngokusho kwakhe, kubika iKickOff.com.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
47% - 7515 votes
It's four more years for Trump
53% - 8643 votes
Vote
ZAR/USD
16.19
(-0.10)
ZAR/GBP
21.11
(-0.12)
ZAR/EUR
19.19
(-0.12)
ZAR/AUD
11.55
(-0.13)
ZAR/JPY
0.15
(-0.14)
Gold
1901.55
(+0.01)
Silver
24.57
(+0.10)
Platinum
902.03
(+0.40)
Brent Crude
41.85
(-1.66)
Palladium
2378.04
(+0.61)
All Share
55339.58
(+0.99)
Top 40
50692.28
(+0.83)
Financial 15
10790.70
(+3.99)
Industrial 25
74905.70
(+1.05)
Resource 10
52561.57
(-0.49)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo