Ukushaqeka oshayasibhamu bebulala owesifazane e-KZN

Durban – Umphakathi waseGamalakhe, ePort Shepstone, ogwini oluseningizimu neKwaZulu-Natal usale ubambe ongezansi kulandela ukubulawa ngentululwane yezimhlamvu kowesifazane, 38.

UNtokozo Lubanyana ushone ngeSonto ngemuva kokudutshulwa ngemvula yezinhlamvu oshayasibhamu abangaziwa.

Kuthiwa oshayasibhamu bangqongqoze emzini wakhe, wathi uma ebuza ukuthi ubani ongqongqozayo, oshayasibhamu bavulela ngenhlamvu isicabha sivaliwe, kubika iSouth Coast Herald.

OLUNYE UDABA: Kubulawe isalukazi ngesihluku eKZN

Umbiko uqhuba ngokuthi amanye amalungu omndeni asindile ngoba kawazile ukuphuma ngesamagundane.

Okhulumela amaphoyisa aseMargate uCaptain Gerald Mfeka uthe lesi sigameko senzeke ngabo-22:00.

UMfeka uthe ayaziwa imbangela yalesi sigameko, kanti bekungakaboshwa muntu ngaso.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
46% - 6814 votes
It's four more years for Trump
54% - 7924 votes
Vote
ZAR/USD
16.19
(+0.81)
ZAR/GBP
21.20
(+1.15)
ZAR/EUR
19.15
(+1.10)
ZAR/AUD
11.53
(+0.66)
ZAR/JPY
0.15
(+1.01)
Gold
1903.91
(-0.91)
Silver
24.71
(-0.98)
Platinum
885.00
(+0.23)
Brent Crude
42.06
(-3.35)
Palladium
2382.50
(-0.08)
All Share
54796.42
(-0.99)
Top 40
50276.84
(-1.23)
Financial 15
10376.28
(+2.34)
Industrial 25
74130.97
(-0.60)
Resource 10
52819.20
(-2.99)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo