Ulahlwe yicala owayengukhomishana wamaphoyisa

Cape Town – Lowo owayengukhomishana wamaphoyisa eWestern Cape u-Arno Lamoer ulahlwe yicala lenkohlakalo eNkantolo eNkulu eWestern Cape.

Inkantolo isikhiphe ngoMsombuluko isinqumo.

Inkantolo imthole enecala lenkohlakalo kuphela uLamoer.

OLUNYE UDABA: Ukhalela elinye ithuba umfundi oxoshwe esikoleni

ULamoer ngasekuqaleni kwenyanga walivuma icala lenkohlakalo nakuba phambilini wayeliphikile.

ULamoer, kanye nomnikazi wenkampani edonsa izimoto uSalim Dawjee, uBrigadier Darius van der Ross, uSharon Govender nomyeni wakhe uColin Govender, bangabasolwa nabo kuleli cala.

NgoLwesibili olwedlule uDawjee ulahlwe yicala lenkohlakalo nelokukhwabanisa, uSharon Govender wakhishwa phambili kuwona wonke amacala abebhekene nawo, umyeni wakhe yena ulahlwe yicala lenkohlakalo, kanjalo noVan Der Ross.

Ezishwelezela enkantolo, uLamoer uveze ukuthi washonelwa ngunkosikazi wakhe ngo-2005 wabe esebhekana nomsebenzi wokukhulisa amadodakazi akhe amathathu eyedwa.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
46% - 5200 votes
It's four more years for Trump
54% - 6166 votes
Vote
ZAR/USD
16.52
(-0.09)
ZAR/GBP
21.36
(+0.11)
ZAR/EUR
19.52
(-0.45)
ZAR/AUD
11.62
(+0.26)
ZAR/JPY
0.16
(+0.17)
Gold
1905.59
(+0.17)
Silver
24.56
(+4.97)
Platinum
863.00
(+1.24)
Brent Crude
42.85
(-0.67)
Palladium
2337.00
(+0.75)
All Share
55162.80
(+0.00)
Top 40
50754.10
(+0.02)
Financial 15
9936.28
(-0.42)
Industrial 25
75725.69
(+1.29)
Resource 10
53391.85
(-1.36)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo