Ulimale kanzima uphrojusa weLive AMP "enqubuzwa"

Johannesburg - Usashaqekile uphrojusa wohlelo lwakumabonakude iLive Amp uMarvin Cohen ngemuva kokusinda ehlaselwa ngesonto eledlule wasala nezitsihi ezingu-30.

Lesi sigameko senzeka endaweni yokupaka izimoto eMontecasino eGoli ngoLwesine olwedlule ngomhlaka-16 Juni.

Ngokusho kukaMarvin wayeyogubha usuku lokuzalwa lukamngani wakhe  ekilabhini eMontecasno ngesikhathi ehlangabezana nequlu lamantombazane athi awazizwa kahle nalabo ayephuza nawo.

OLUNYE UDABA: Akasekho uphrojusa wengoma yeYizo Yizo

UMarvin uthi leli mqulu labantu besifazane lacela usizo lokukhipha izimpahla zabo emotweni wowesilisa, ngemvume yalo wesilisa.

Izinto zashintsha zazimbi kakhulu.

"Ngiyazi ukuthi kwakufanele ngibakhombe konogada kodwa ngathi ngizobasiza. La bantu besifazane babe sebeya kula madoda, la madoda avele abanolaka engafuni ukuthi ahamba ngoba kade ebathengela iziphuzo ngaphakathi ubusuku bonke. Ngabe sengilamula kodwa la madoda avele ankjikela ngakimi," kusho uMarvin.

UMarvin uthe uzame ukubaleka kodwa la madoda amfica amungenela ngezbhakela emshaya nangezikhali ayeziiphethe.

"Kuze kwafika onogada bezolamula, ngaphuthunyiswa eMonte ER ngabhandishwa kwse kubizwa i-ambulensi ngaya esibhedlela," usho njalo.

UMarvin uqinisekise isigameko kwabe-TMG Entertainment wathi kuvulwe icala lokuzama ukubulala emaphoyiseni aseDouglasdale kanti kulindeleke ukuba abasolwa bavle enkantolo.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
46% - 5405 votes
It's four more years for Trump
54% - 6421 votes
Vote
ZAR/USD
16.46
(+0.27)
ZAR/GBP
21.31
(+0.34)
ZAR/EUR
19.46
(-0.15)
ZAR/AUD
11.61
(+0.31)
ZAR/JPY
0.16
(+0.33)
Gold
1909.72
(+0.38)
Silver
24.73
(+5.77)
Platinum
875.00
(+2.51)
Brent Crude
42.85
(-0.67)
Palladium
2406.00
(+3.24)
All Share
55271.75
(+0.20)
Top 40
50851.62
(+0.22)
Financial 15
9956.35
(-0.22)
Industrial 25
75567.07
(+1.08)
Resource 10
53788.16
(-0.63)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo