Umama ubaleke nezingane okusolwa ukuthi ziyahlukunyezwa

Cape Town – Uphiko lweFamily Violence, Child Protection and Sexual Offences eKapa selunxuse umphakathi ukuba usize ekuthungathweni komama onyamalale nezingane zakhe ezintathu.

Esitatimendeni esikhishwe ngoLwesine, okhulumela amaphoyisa uCaptain FC van Wyk uthe izingane ezineminyaka engu-6, 8, nengu-11 ubudala.

Umama oneminyaka engu-37 ubudala kusolwa ukuthi ubaleke eKapa ngemuva kwezinsolo ezithi izingane zekhe bezihlukunyezwa ngokocansi.

Funda nalolu daba: Asisebenze ngokuzikhandla - UZuma enxusa isizwe

“Uphenyo lwaqala ngesikhathi uphiko lwe-FCS lwaziswe ngezinsolo zokuhlukunyezwa kwezingane ezincane ngokocansi, emzini ohlala izivakashi eKapa. Izingane zayohlolwa ngokosizo losonhlalakahle base-ACVV Cape Town. Imibiko ngokuhamba kwesikhathi yaveza ukuthi zonke izingane zinezimpawu zokuhlukunyezwa ngokocansi. Umama wabikelwa ngemiphumela, wabe esenyamalala nezingane ngemuva kwalokho,” kusho u-van Wyk.

Iphenyo lokuqala luveze ukuthi lo mama ubaleke nezingane walibhekisa eThekwini ngomhlaka 18 Disemba.

Khonamanjalo, u-van Wyk akazange akuqinisekise noma aphike kwabe-African News Agency ukuthi ngabe umama uyathinteka yini ekuhlukunyezweni kwezingane, njengoba ethe amaphoyisa ayaphenya.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
46% - 4645 votes
It's four more years for Trump
54% - 5517 votes
Vote
ZAR/USD
16.47
(+0.20)
ZAR/GBP
21.41
(-0.32)
ZAR/EUR
19.41
(-0.33)
ZAR/AUD
11.67
(+0.33)
ZAR/JPY
0.16
(+0.25)
Gold
1908.00
(+0.42)
Silver
24.57
(+1.60)
Platinum
860.00
(-0.29)
Brent Crude
43.06
(0.00)
Palladium
2337.50
(+0.72)
All Share
55161.03
(+0.21)
Top 40
50741.94
(+0.09)
Financial 15
9977.80
(+3.10)
Industrial 25
74762.95
(-0.61)
Resource 10
54129.95
(-0.07)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo