Umamezala ukhokhela umakoti wakwakhe ukuze ayeke ukuphinga

Umamezala ukhipha imali engango-R3000 njalo ngenyanga ukuqinisekisa ukuthi umakoti wakwakhe uhlala ethembekile.

Lo makoti uyithatha nyangazonke le mali kodwa kunjalo uyaqhubeka nokungathembeki kumyeni wakhe.

UPatience Ramalibe,56, uthi wabona umakoti wakwakhe eqabulana nenye indoda kanti uyazi ukuthi lokhu kuzowukhubaza umoya wendodana yakhe.

OLUNYE UDABA:Umyeni ugwaze unkosikazi emsola ngokuthengelwa yishende izicathulo

"Ngiyasaba ukutshela umakoti wakwami ukuba awayeke lamanyala awenzayo, yingakho ngisebenza kanzima esaluni yami ukuze ngikwazi ukumnika imali njalo ngenyanga,"kusho yena.

Lo mama uthi indodana yakhe iyamthanda umkayo ngoba unekhono elihle kakhulu nasekamelweni.

UPhendulo Ramalibe oyindodana kaPatience uthi umkakhe uphila impilo angayiqondisisi kahle futhi kumzwisa ubuhlungu ukuthi akayedwa kuye.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
When a Covid-19 vaccine for under 16's becomes available, will you be taking your children to get it?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, immediately!
37% - 2555 votes
I'll wait to see how others respond
26% - 1802 votes
No, I don't think they need it
37% - 2533 votes
Vote
ZAR/USD
15.10
(-0.40)
ZAR/GBP
21.03
(-0.43)
ZAR/EUR
18.04
(-0.28)
ZAR/AUD
11.64
(-0.45)
ZAR/JPY
0.14
(-0.24)
Gold
1734.29
(+0.01)
Silver
26.66
(+0.05)
Platinum
1186.51
(+0.42)
Brent Crude
64.40
(-2.56)
Palladium
2310.00
(+0.58)
All Share
66138.05
(-1.99)
Top 40
60754.30
(-2.11)
Financial 15
12200.05
(-1.09)
Industrial 25
86144.34
(-0.81)
Resource 10
67459.85
(-4.14)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo