Umelwe yinhliziyo washona obebukela ifilimu esabisayo

Nadu – Esehlakalweni esingajwayelekile, kunyamalale isidumbu somlisa ngemuva kokuba emelwe yinhliziyo ebukela i-The Conjuring 2, kubika i-UK Metro.

Umlisa oneminyaka engu-65 ubudala, ongowaseNdiya, kuthiwa uphuthunyiswe esibhedlela ngemuva kokukhala ngezinhlungu esifubeni ngesikhathi ifilimu isisabisa kakhulu.

Ngemuva kokuphuthunyiswa esibhedlela ngumngani wakhe, umlisa ushonile, isidumbu sthunyelwa kohlolwa.

Funda nalolu daba: Umndeni umnqume uqhoqhoqho owashada ngaphandle kwemvume

Isidumbu nokho asikaze sifike lapho bekumele sihlolwe khona kanti lokhu sekushiye izikhulu zididekile.

Izikhulu kumanje eziqalile ukuthungatha isidumbu nomngani kamufi.

Amaphoyisa athi asazama ukuthola imininingwane yomlisa ukuze aqhubeke nophenyo lwawo.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
47% - 7875 votes
It's four more years for Trump
53% - 9040 votes
Vote
ZAR/USD
16.28
(-0.41)
ZAR/GBP
21.20
(-0.19)
ZAR/EUR
19.27
(-0.28)
ZAR/AUD
11.58
(-0.13)
ZAR/JPY
0.16
(-0.23)
Gold
1898.35
(+0.01)
Silver
24.20
(-0.92)
Platinum
885.00
(-1.17)
Brent Crude
41.25
(0.00)
Palladium
2356.22
(-0.46)
All Share
55339.58
(+0.99)
Top 40
50692.28
(+0.83)
Financial 15
10790.70
(+3.99)
Industrial 25
74905.70
(+1.05)
Resource 10
52561.57
(-0.49)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo