Umfana obelahlekile utholakale eduze kwesidumbu salowo owamthumba

Germiston - Umfana waseGermiston obelahlekile utholakale eduze kwesidumbu salowo owamthumba.

Umzimba walo mfana, 8, okwabikwa ukuti wathunjwa utholakale ehlathini iSimmer and Jack landfill eGermiston ngoLwesithathu, kubika iGermiston City News.

Lo mfana utholakale egoqwe ngengubo esedu komzimba wowesilisa,41 okusolakala ukuthi uyena owamthumba.

OLUNYE UDABA:'Umfundisi wodumo uguqule umfana wamenza isitabane'

Umzimba walo mlisa ubugoqwe ngengubo kanti utholwe abasebenzi bakule ndawo.

Lo mfana walahleka ngomhlaka 17 kwephezulu kanti imibiko ikhomba ukuthi umama wakhe waxabana nesoka lakhe elalinesandla.

Lo mama watshela amaphoyisa ukuthi isoka lathi lifuna azwe ubuhlungu amzwisa bona njengoba enqaba isicelo sakhe somshado.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
When a Covid-19 vaccine for under 16's becomes available, will you be taking your children to get it?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, immediately!
38% - 3404 votes
I'll wait to see how others respond
26% - 2338 votes
No, I don't think they need it
36% - 3282 votes
Vote
ZAR/USD
14.89
(+0.17)
ZAR/GBP
20.80
(+0.13)
ZAR/EUR
17.97
(+0.38)
ZAR/AUD
11.63
(+0.35)
ZAR/JPY
0.14
(+0.40)
Gold
1724.48
(-0.66)
Silver
26.54
(-0.54)
Platinum
1202.50
(+0.63)
Brent Crude
62.54
(-1.55)
Palladium
2354.50
(-0.76)
All Share
68743.73
(+0.34)
Top 40
63266.19
(+0.26)
Financial 15
12658.17
(+0.71)
Industrial 25
89842.33
(+0.78)
Resource 10
70081.33
(-0.65)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo