‘Umfowethu wondliswa ingane okungeyona eyakhe iminyaka emibili’

Mhleli,

Kweyakho ingosi ngivumele ngibeke nalu udaba.

Umfowethu wathandana nentombi yaseZimbabwe, kuthe ngemuva kwesikhashana intombi yathi ikhulelwe.

Nangempela sasibona isisu, kwathi ngokuhamba kwesikhathi intombi yathi isizoya kohlala nodadewabo, isinezinyanga ezingu-7 izithwele.

Yabuya ngemuva kokuba “isibelethile”, isiphethe ingane.

OLUNYE UDABA: Mhleli, nginenkinga ngomazisi wami

Umfowethu ubeyenzela yonke into le ngane iminyaka emibili yonke ngoba azi ukuthi ingane ngeyakhe.

Izolo kuvele ukuthi intombi yakhe yaqamba amanga, ingane ayinayo. Kuthiwa njalo uma iza kumfowethu ibiboleka ingane kumngani wayo bese imkhokhela imali uma isibuya.

Konke lokhu kuvele ngoba ubaba wengane wangempela esexabana nomkakhe efika ingane ingekho endlini.

Ingane yafunwa yase itholakala kumnewethu, labhoboka kanjalo-ke ithumba.

Ngicela ulifihle igama lami.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
When planning for the Black Friday sales do you:
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Save, research and plan ahead, preparing to make the most of it?
8% - 854 votes
Wait and see what looks like a good deal on the day?
14% - 1608 votes
Have no interest in spending more money this year?
78% - 8739 votes
Vote
ZAR/USD
15.42
(+0.03)
ZAR/GBP
20.52
(-0.03)
ZAR/EUR
18.25
(+0.25)
ZAR/AUD
11.22
(+0.50)
ZAR/JPY
0.15
(+0.65)
Gold
1838.07
(-1.79)
Silver
23.56
(-2.52)
Platinum
926.00
(-1.75)
Brent Crude
45.19
(0.00)
Palladium
2341.00
(+1.33)
All Share
57147.31
(+0.94)
Top 40
52478.55
(+1.08)
Financial 15
11337.90
(+0.62)
Industrial 25
79917.53
(+1.49)
Resource 10
51771.17
(+0.65)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo