Unkosikazi kaSenzo Mchunu ngeke abuye kwesikaMeya

Durban – Akukho okungajwayelekile ngokuthi unkosikazi walowo owayenguNdunankulu uSenzo Mchunu, uThembeka Mchunu engabuyeli esikhundleni sokuba uMeya wasoThungulu ngemuva kokhetho.

Lokhu kuvezwe inhlangano ye-ANC ngoLwesibili ngesikhathi iveza labo abazoshintshwa kwezobuMeya.

Kuphakanyiswe igama likaNonhle Mkhulisa njengomuntu ozothatha izintambo kuThembeka Mchunu, isiZulu.News24.

OLUNYE UDABA:Abafana abancane bashaye imeya ngamatshe

UDudu Mazibuko unguMeya woThukela kanti futhi nguyena owangenisa umfundaze wezintombi nto osuphenduke undabuzekwayo njengoba ugxekwangokukhipha abantwana abangabafana inyumbazane, naye ngeke abuyele kwesobuMeya.

Le nhlangano isebenzisa ubuhlakani bayo ukuqinisekisa ukuthi ubuholi obusezikhundleni zobumeya buyakwazi ukumelana nobunzima.

“Bonke baqashwa u-ANC futhi u-ANC ozoqinisekisa ukuthi laba abazongena bazokwanza umsebenzi oncomekayo,”kusho usihlalo wale nhlangano kulesi sifundazwe.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
46% - 6810 votes
It's four more years for Trump
54% - 7920 votes
Vote
ZAR/USD
16.19
(+0.81)
ZAR/GBP
21.20
(+1.15)
ZAR/EUR
19.15
(+1.10)
ZAR/AUD
11.53
(+0.66)
ZAR/JPY
0.15
(+1.01)
Gold
1903.91
(-0.91)
Silver
24.71
(-0.98)
Platinum
885.00
(+0.23)
Brent Crude
42.06
(-3.35)
Palladium
2382.50
(-0.08)
All Share
54796.42
(-0.99)
Top 40
50276.84
(-1.23)
Financial 15
10376.28
(+2.34)
Industrial 25
74130.97
(-0.60)
Resource 10
52819.20
(-2.99)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo