UMkhwebane akananxa noMadonsela - Umbiko

Johannesburg - Ihhovisi loMvikeli woMphakathi liphawule ngezinsolo zokuthi uBusisiwe Mkhwebane akamfuni uThuli Madonsela owayenguMvikeli woMphakathi.

Leli hhovisi lithi lezi zinsolo azinasisekelo futhi zinonya.

OLUNYE UDABA: UMkhwebane ugcwele inzondo ngoMadonsela- Umbiko

Imibiko yakamuva ithi uMkhwebane wasabisa ngokuhoxisa ukuthi iNingizimu Afrika angeke ize iyisingathe ingqungquthela ye-African ombudsman and Mediators Association eThekwini uma izohanjelwa nawuMadonsela.

UMandonsela wagcina ethumele owayeyisekela lakhe ukuyomlandela isitifiketi sakhe.

OwoMvikeli woMphakathi u-Oupa Segalwe uthe uMkhwebane wayibona imibiko kumaphephandaba ahlukene ngezinsolo ngempelasonto, waphoxeka kakhulu.

Uthe ihhovisi labo alazi kungani uMandonsela engazange ayihambele ingqungquthela.

USegwale uthe uMkhwebane noMadonsela basebenzisana kahle ndawonye.

"Siyazichitha izinsolo ezithi uMkhwebane wathi angeke ayihambele ingqungquthela uma kumenywa uMadonsela. Okubalulekile ukuthi ingqungquthela yaqhubeka nakuba uMadonsela ayengekho."

 - EWN

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter                

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
47% - 7522 votes
It's four more years for Trump
53% - 8644 votes
Vote
ZAR/USD
16.19
(-0.10)
ZAR/GBP
21.11
(-0.12)
ZAR/EUR
19.19
(-0.12)
ZAR/AUD
11.55
(-0.13)
ZAR/JPY
0.15
(-0.14)
Gold
1901.55
(+0.01)
Silver
24.57
(+0.10)
Platinum
902.03
(+0.40)
Brent Crude
41.85
(-1.66)
Palladium
2378.04
(+0.61)
All Share
55339.58
(+0.99)
Top 40
50692.28
(+0.83)
Financial 15
10790.70
(+3.99)
Industrial 25
74905.70
(+1.05)
Resource 10
52561.57
(-0.49)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo