Ummeli kaJub Jub uchitha amahlebezi

Johannesburg – UMrepha onguMolemo "Jub Jub" Maarohanye ngeke adedelwe ngoMashi ejele, kodwa uKhisimusi walo nyaka angase awudlele ekhaya.

Ngemuva kwemibiko ethi uJub Jub angase adedelwe ejele ngoMashi, ummeli wakhe, uRudi Krause utshele iCity Press ukuthi yena akakwazi lokho – kodwa wathi ukholelwa ukuthi ngo-Okthoba uzobe esekulungele ukuthola ushwele.

Funda nalolu daba: Usevuke wazithatha owakhonjwa indlela kuZalo

“Angingabazi ukuthi uzobe esethubeni lokuthola ushwele, ngenxa yokuthi zonke izinhlelo abefakwe ngaphansi kwazo nguMnyango wezokuhlunyeleliswa kwezimilo uziphothulile,” usho kanje.

UJub Jub wavalelwa ejele ngo-2012 ngemuva kokuba yena noThemba Tshabalala, beshayise izingane zezikole ngo-2010, kwashona ezine kuzona.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
When assisting your child with remote learning this year, did you:
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Follow the school's comprehensive sexuality education (CSE) curriculum?
13% - 259 votes
Adjust the CSE curriculum to suit the family's morals?
24% - 471 votes
Ignore the schools CSE programme and do your own teaching?
63% - 1257 votes
Vote
ZAR/USD
15.27
(+1.08)
ZAR/GBP
20.37
(+1.00)
ZAR/EUR
18.31
(+0.63)
ZAR/AUD
11.23
(+1.09)
ZAR/JPY
0.15
(+1.23)
Gold
1811.45
(+1.85)
Silver
23.66
(+4.48)
Platinum
993.00
(+2.89)
Brent Crude
47.66
(-0.77)
Palladium
2400.45
(+2.05)
All Share
57441.46
(+0.61)
Top 40
52673.63
(+0.57)
Financial 15
11188.87
(+0.27)
Industrial 25
79034.12
(+0.09)
Resource 10
53435.84
(+1.39)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo