Umndeni usanethemba lokuthi ngeke aye ejele uDalindyebo

Cape Town – Umndeni weNkosi yabaThembu, uBuyelekhaya Dalindyebo, uthi usanethemba lokuthi inkosi ngeke ize ivalelwe ejele, kusho umbiko.

UDalindyebo walahlwa amacala amaningi enzeka ngeminyaka yawo-1990.

Yahluleka imizamo yakhe yokuthi kuchithwe isigwebo seminyaka engu-12 eNkantolo yoMthethosisekelo.

Bekumele engabe uqalile ukudonsa isigwebo sakhe ngesonto eledlule kepha ibheyili yakhe yanwetshwa, njengoba uDalindyebo ethi ufuna leli cala liqalwe phansi.

OLUNYE UDABA: Kulindeleke ukuba atheleke ejele uDalindyebo

Umfowabo, uSiganeko Dalindyebo uthe: “Omunye umgudu womthetho esiwuthathayo ukuthi sicelele umfowethu ushwele kamengameli. Konke lokhu sithemba ukuthi kuzosisiza ekutheni sigweme ukuthi inkosi iye ejele.”

Ngesonto eledlule, iCongress of Traditional Leaders of South Africa (Contralesa) yathi uDalidyebo akumele aye ejele.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
46% - 7335 votes
It's four more years for Trump
54% - 8457 votes
Vote
ZAR/USD
16.18
(-0.11)
ZAR/GBP
21.11
(+0.32)
ZAR/EUR
19.19
(-0.32)
ZAR/AUD
11.55
(-0.12)
ZAR/JPY
0.15
(-0.13)
Gold
1902.10
(-0.13)
Silver
24.58
(-0.38)
Platinum
903.00
(+2.55)
Brent Crude
42.50
(+1.69)
Palladium
2377.52
(+0.95)
All Share
55339.58
(+0.99)
Top 40
50692.28
(+0.83)
Financial 15
10790.70
(+3.99)
Industrial 25
74905.70
(+1.05)
Resource 10
52561.57
(-0.49)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo