Umndeni usuyawuxwaya umhlaka 25 njengoba ubafikela namashwa

Port Shepstone - Umndeni wakwaLushaba kanye nezakhamuzi zendawo bebasapholisa ubuhlungu ngokukhothama kwenkosi, kodwa manje sekuvele elinye ishwa.

Ngenyanga edlule kwakhothama iNkosi uZiwengu Lushaba, 63, wasoShabeni ePort Shepstone esegumbini lakhe lokulala.

Sekuphele inyanga iNkosi yakhothama, kuqubuka umlilo ngoMgqibelo egumbini layo lokulala. Amadodana ale nkosi athi lo mlilo awuqalwanga izintambo zikagesi.

OLUNYE UDABA:Inkosi yamaXhosa ifuna ukuphathwa njengeSilo

Bathi kuvele kwaqubuka umlilo ngemuva kokuthi kuhambe amakholwa abelethe umthandazo kuleli khaya.

“Besihambisa izihlobo uma sithola ucingo lokuthi sekuqubuke umlilo ekhaya, kusho uSabatha Lushaba,41.

Uthe okubakhathaza kakhulu wukuthi uyise washona mhlazi ziwu-25 kuMeyi kanti nakhu sekuqubuka umlilo ngomhlaka 25 Juni, kubika iDaily Sun.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
46% - 5999 votes
It's four more years for Trump
54% - 7082 votes
Vote
ZAR/USD
16.34
(+0.63)
ZAR/GBP
21.37
(-0.28)
ZAR/EUR
19.36
(+0.54)
ZAR/AUD
11.59
(+0.07)
ZAR/JPY
0.16
(-0.06)
Gold
1921.90
(+0.62)
Silver
25.04
(+1.24)
Platinum
890.00
(+2.18)
Brent Crude
43.05
(+1.28)
Palladium
2403.50
(+0.59)
All Share
55268.46
(-0.01)
Top 40
50826.07
(-0.05)
Financial 15
10057.51
(+1.02)
Industrial 25
74841.11
(-0.96)
Resource 10
54184.82
(+0.74)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo