Umndeni wakwaFlabba uthi awuphathekile kabi ngebheyili kaSindi

Johannesburg - Umndeni wesihlabani somculo weHip hop uNkululeko "Flabba" Habedi ngoLwesine uthe awuphathekile kabi ngokuthi umbulali udedelwe ngebheyili njengoba izinto sezime ngalolu hlobo kwezobulungiswa.

Umama kaFlabba uPearl utshele abezindaba ukuthi basajabulile ngokulahlwa yicala kukaSindisiwe Manqele ngoLwesithathu.

OLUNYE UDABA: Udedelwe ngebheyili ka-R15-000 uManqele

Lo mndeni uthe uzibheke ngabomvu inyanga kaMashi ngonyaka ozayo njengoba icala lihlehlele umhlaka-9 no-10 kuleyo nyanga.

NgoMahsi kuzobe kuphela unyaka uFlabba ashona.

USinsisiwe wagwaza uFlabba enhlizweni ngemuva kokuba negxabano ababanayo ngesikhathi bebuya endaweni yokucima ukoma eSandton, eGoli.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter     

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
46% - 5954 votes
It's four more years for Trump
54% - 7012 votes
Vote
ZAR/USD
16.33
(+0.67)
ZAR/GBP
21.37
(-0.29)
ZAR/EUR
19.37
(+0.46)
ZAR/AUD
11.59
(+0.07)
ZAR/JPY
0.16
(-0.00)
Gold
1922.30
(+0.64)
Silver
25.08
(+1.42)
Platinum
888.00
(+1.95)
Brent Crude
43.05
(+1.28)
Palladium
2393.01
(+0.53)
All Share
55333.67
(+0.11)
Top 40
50895.66
(+0.09)
Financial 15
10063.04
(+1.07)
Industrial 25
75057.62
(-0.67)
Resource 10
54147.38
(+0.67)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo