UMosimane ucikice inkontileka yeminyaka emine neDowns

Johannesburg - Umqeqeshi weMamelodi Sundowns uPitso Mosimane useqinisekisile ukuthi usayine inkontileka entsha yeminyaka emine naleli qembu.

Sekunesikhathi uMosimane exoxisana nesikhulu samaBrazilians ngenkontileka entsha, kubika iKickOff.com.

Lokhu kwenzeke ngaphambi kokuthi iDowns ishaye i-Enyimba ngo 2-1 koweCAF Champions League.

OLUNYE UDABA: Abadlali akumele banabukeliswe - Mosimane

"Ngiyisayinile ngayibuyisela eqenjini. Siyazi sonke ke ukuthi inkontileka ayisho lutho, njengoba nganginayo neBafans Bafana kodwa ngaxoshwa kunjalo," esho.

Ukuhlala kukaMosimane eChoorkop kwamukelwe ngezandla ezimhlophe njengoba eholele iqembu ekutheni lithathe isicoco seligi kanye neTelkom Knockout.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
46% - 5991 votes
It's four more years for Trump
54% - 7068 votes
Vote
ZAR/USD
16.34
(+0.62)
ZAR/GBP
21.39
(-0.37)
ZAR/EUR
19.38
(+0.46)
ZAR/AUD
11.61
(-0.08)
ZAR/JPY
0.16
(-0.16)
Gold
1924.66
(+0.77)
Silver
25.16
(+1.77)
Platinum
889.83
(+2.34)
Brent Crude
43.05
(+1.28)
Palladium
2387.08
(+0.48)
All Share
55277.45
(+0.01)
Top 40
50844.77
(-0.01)
Financial 15
10048.05
(+0.92)
Industrial 25
74886.80
(-0.90)
Resource 10
54193.27
(+0.75)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo