UMosimane uphika eyokubhalela abadlali 'isigqebhezana'

Johanneburg – Umqeqeshi weMamelodi Sundowns uPitso Mosimane useziqhelelanisile nemibiko ethi ubhalele abadlali bakhe incwajana wathi abamoshe isikhathi ngesikhathi bedlala neSuperSport United.

Amakhamera amabonakude athwebule uBongani Zungu egijima eya kuDenis Onyango eyomnikeza ipheshana, kwathi ngemva kwemizuzwana lo nozinti waguqa ngamadolo, wacela unompempe ukuba amise umdlalo khona ezofasa izintambo zamakhokho.

OLUNYE UDABA: Abadlali akumele banabukeliswe - Mosimane

UMosimane ubuziwe ngalesi sigameko, kepha waphika.

“Angihlezi ngiphethe ipeni mina, eqinisweni angiphathi lutho uma ngisenkundleni,” esho etshela iKickOff.com.

“Kunabantu abasuke beqobela, kepha kusuke kungemina. Angazi ukuthi babhaleni, buzani bona. Musani ukuthwesa mina icala, angazi lutho ngobekubhaliwe mina.”

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
When planning for the Black Friday sales do you:
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Save, research and plan ahead, preparing to make the most of it?
8% - 857 votes
Wait and see what looks like a good deal on the day?
14% - 1610 votes
Have no interest in spending more money this year?
78% - 8757 votes
Vote
ZAR/USD
15.41
(+0.06)
ZAR/GBP
20.53
(-0.08)
ZAR/EUR
18.25
(+0.28)
ZAR/AUD
11.23
(+0.43)
ZAR/JPY
0.15
(+0.70)
Gold
1836.94
(-1.84)
Silver
23.57
(-2.48)
Platinum
926.76
(-1.62)
Brent Crude
45.19
(0.00)
Palladium
2343.00
(+1.45)
All Share
57147.31
(+0.94)
Top 40
52478.55
(+1.08)
Financial 15
11337.90
(+0.62)
Industrial 25
79917.53
(+1.49)
Resource 10
51771.17
(+0.65)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo