UMosimane usecele usizo ku-PSL noMashaba

Johannesburg – Umqeqeshi weMamelodi Sundowns, uPitso Mosimane, usenxuse i-PSL ukuba ihlehlise imidlalo yabo yeligi ukuze bakwazi ukulungiselela ama-semifinal e-CAF Champions League.

ISundowns ishaye iSuperSport United kowe-MTN8, okusho ukuthi isizoba miningi kakhulu imidlalo ezoyidlala, kubika iSoccer Laduma.

“Sizodlala ama-semifinal amabili manje kuthi phakathi kwemidlalo ye-MTN8 sibe nomdlalo weligi. Kukhona omunye futhi we-PSL phakathi kwama-semifinal e-CAF, “ kusho uMosimane ngemuva komdlalo.

OLUNYE UDABA: Singomafikizolo kulo mqhudelwano – Mosimane

"Ngiyacabanga ukuthi iligi izoba nozwelo isisize ihlehlise umdlalo weligi ophakathi kweye-CAF.”

UMosimane uphinde wacela umqeqeshi weBafana Bafana uShakes Mashaba ukuthi angabaqokeli esikwatini sakhe abadlali beDowns ukuze bezokwazi ukubhekana nemidlalo ebahlalele.

“Uma uShakes enesihe, kumele akuqonde lokhu engikucelayo. Ngesikhathi mina ngiqeqesha iBafana ngangingabaqoki abadlali bePirates ngesikhathi bedlala e-Afrika,” esho.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
When a Covid-19 vaccine for under 16's becomes available, will you be taking your children to get it?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, immediately!
37% - 2443 votes
I'll wait to see how others respond
26% - 1749 votes
No, I don't think they need it
37% - 2434 votes
Vote
ZAR/USD
15.09
(-0.16)
ZAR/GBP
21.02
(-0.23)
ZAR/EUR
18.22
(-0.19)
ZAR/AUD
11.62
(-0.25)
ZAR/JPY
0.14
(-0.54)
Gold
1734.50
(+0.02)
Silver
26.67
(+0.05)
Platinum
1186.51
(+0.42)
Brent Crude
64.40
(-2.56)
Palladium
2310.00
(+0.58)
All Share
66138.05
(-1.99)
Top 40
60754.30
(-2.11)
Financial 15
12200.05
(-1.09)
Industrial 25
86144.34
(-0.81)
Resource 10
67459.85
(-4.14)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo