Umphrofethi uxwayise uMalema

Johannesburg - UMphrofethi Themba Ngwamba ubenesibonakaliso ngobuholi be-EFF, wathi buzoqhekeka.

Umphrofethi waKaNyamazane eMpumalanga uxwayise umholi we-EFF uJulius Malema ngokuba ngundlovukayiphikiswa eqenjini lakhe.

“Kunefu elimnyama eliphe kweqembu,” usho kanje.

“Ngibona izinkinga ezidalwa uJulius Malema ngokwehluleka ukunaka noma ukubheka izikhalazo zamanye amalungu angeneme ngendlela eliphethwe ngayo iqembu,” kusho uThemba.

Funda nalolu daba: Abaqwayizi bakhala ngezimbuzi eziphazamisa ibhizinisi labo

Uxwayise ngokuthi ukungalaleli kukaMalema kuzolimaza kakhulu iqembu.

Umphrofethi uthe sisodwa isixazululo ngalolu daba. “Ngibeluleka ngokuthi bathadaze kuNkulunkulu abasize bahloniphane. Yileso isixazululo. Uma behluleka ukwenza lokho kuzoholela ekutheni kubenoqhekeko eqenjini.”

Okhulumela i-EFF uMbuyiseni Ndlozi uthe ngeke basithathe kancane isexwayiso sikaNgwamba.

“Kuzomele sithandaze,” kusho uNdlozi.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
When assisting your child with remote learning this year, did you:
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Follow the school's comprehensive sexuality education (CSE) curriculum?
25% - 2 votes
Adjust the CSE curriculum to suit the family's morals?
0% - 0 votes
Ignore the schools CSE programme and do your own teaching?
75% - 6 votes
Vote
ZAR/USD
15.20
(+0.03)
ZAR/GBP
20.32
(-0.07)
ZAR/EUR
18.13
(-0.05)
ZAR/AUD
11.21
(-0.22)
ZAR/JPY
0.15
(-0.17)
Gold
1809.08
(-0.00)
Silver
23.19
(+0.07)
Platinum
951.00
(-0.70)
Brent Crude
47.75
(-1.52)
Palladium
2382.00
(+1.12)
All Share
57923.69
(+0.31)
Top 40
53084.13
(+0.27)
Financial 15
11645.28
(+0.04)
Industrial 25
79993.34
(+0.20)
Resource 10
52790.93
(+0.35)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo