UMpofu uvumelekile ukumela nabacwasa ngokwebala - EFF

Johannesburg -  UDali Mpfu unelungelo lokumela noma ngabe ubani ngokomsebenzi wakhe, nomangabe abantu abanjani ngokwebala.

Lesi yisitatimende esikhishwe yi-Economic Freedom Fighters ngoLwesibili, ngemuva kokuba abantu abaningi begxeke uMpofu ngekumela uGareth Cliff njengoba emangalela iM-Net. Ngokuxoshwa kwakhe.

“Isinqumo sikasihlalo we-EFF kuzwelonke sokumela ‘umbandlulile’ onguGareth Cliff, asichazi ukuthi i-EFF ivikela abacwasa ngokwebala. Abameli babophezelekile ngokomsebenzi, ngakho i-EFF ngeke yamnqabela ukuba enze umsebenzi wakhe,” isho kanje esitatimendeni.

Funda nalolu daba: Utholwe enqunywe uqhoqhoqho obenyamalele

IM-Net yaxosha uCliff ekubeni ngelinye lamajaji kuma-Idols SA ngemuva kokuphawula kwakhe ngodaba lukaPenny Sparrow owabiza abantu abamnyama ngezinkawu.

UCliff manje ufuna iM-Net imkhokhele u-R25 Million ngokumxosha kungafanele.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
When assisting your child with remote learning this year, did you:
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Follow the school's comprehensive sexuality education (CSE) curriculum?
13% - 110 votes
Adjust the CSE curriculum to suit the family's morals?
24% - 197 votes
Ignore the schools CSE programme and do your own teaching?
63% - 515 votes
Vote
ZAR/USD
15.25
(-0.09)
ZAR/GBP
20.29
(-0.13)
ZAR/EUR
18.23
(-0.10)
ZAR/AUD
11.25
(-0.23)
ZAR/JPY
0.15
(-0.04)
Gold
1787.51
(+0.09)
Silver
22.67
(+0.11)
Platinum
965.22
(+0.30)
Brent Crude
48.27
(+0.96)
Palladium
2413.01
(+0.60)
All Share
57822.50
(-0.17)
Top 40
53021.58
(-0.12)
Financial 15
11577.71
(-0.58)
Industrial 25
79894.95
(-0.12)
Resource 10
52804.55
(+0.03)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo