'Umrepha usebuyelene nomama wengane yakhe'

Johannesburg - Isiphalaphala esidume ngelikaQueen B safika endlini kukhala ibhungezi kungekho noyedwa ozosamukela, asijabulele ngoba u-AKA esebuyele emuva kwisinqandamathe sakhe, uDJ Zinhle, ngokusho kwabeJozi Showbiz.

AbeSunday Sun babengabokuqala abezwe izinsolo zokuthi umrepha u-AKA uselaxaze uBonang Matheba wabuyelana nmama wengane yakhe uDJ Zinhle.

U-AKA ogamalakhe lokuzalwa nguKiernan Forbes usebeyelene noNtombezinhle Jiyane ongumama wengane yakhe, ngokusho kwamahlebezi.

Umthombo osondelene nodaba uthi u-AKA ubesenendawo yakhe yokuhlala kanti futhi ezinye izikhiye zayo wazinika uBonang.

OLUNYE UDABA: UDJ Zinhle usekhathele ukuqonywa kwesoka lakhe

Lo mthombo uphinde wathi: "UQueen B waya endlini yabo afike wadangala ngesikhathi efika kungekho lutho endlini wacabanga ukuthi mhlawumbe bagqekezelwe.

Umthombo uthi uBonang wavele washaywa wuvalo washayela u-AKA ucingo kodwa lwangaphendulwa.

Umthombo wesibili wona usola ukuthi uBonang wezwa ngodaba wacabanga ukuthi amahlebezi, u-AKA uyayithanda indodakazi yakhe kanti uZinhle ukhulile futhi bafuna ukunikeza ubudlelwano babo elinye ithuba ngenxa yengane.

U-AKA noZinhle bake babonakala eMpumalanga ndawonye, kusho umthombo.

"Babebdawonye futhi naseRichards Bay lapho u-AKA abhala khona enkundleni yezokuxhumana iTwitter ukuthi useholidini nesithandwa sakhe

Omunye umthombo uthe u-AKA akazazi ufunani wathi: " U-AKA wayehlezi noBonag eSun City ngoncibujane.

U-AKA akazange atholakale ephawule ngesikhathi abeSunday Sun bemthinta ngocingo kanti uZOnhle yena uthe ucela ukuthunyelelwa i-email kodwa imenenja yakhe uNomndeni Mdakhi uthe izinsolo azisilo iqiniso. Ucingo lukaBonang "lukhale lwaze lwanesibibithwano".

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
When assisting your child with remote learning this year, did you:
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Follow the school's comprehensive sexuality education (CSE) curriculum?
13% - 271 votes
Adjust the CSE curriculum to suit the family's morals?
23% - 484 votes
Ignore the schools CSE programme and do your own teaching?
63% - 1305 votes
Vote
ZAR/USD
15.25
(+1.12)
ZAR/GBP
20.48
(+0.49)
ZAR/EUR
18.40
(+0.09)
ZAR/AUD
11.24
(+0.98)
ZAR/JPY
0.15
(+1.15)
Gold
1814.20
(+2.01)
Silver
23.97
(+5.94)
Platinum
1000.00
(+3.62)
Brent Crude
47.66
(-0.77)
Palladium
2412.50
(+2.22)
All Share
57509.72
(+0.73)
Top 40
52764.09
(+0.74)
Financial 15
11238.33
(+0.71)
Industrial 25
79067.55
(+0.13)
Resource 10
53562.00
(+1.63)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo