Umyeni uzibulale nomkakhe abemsola ngokuphinga

Johannesburg - Izithandanzi besezithandane iminyaka futhi besezinezingane ezimbili ebudlelwaneni bazo, kodwa umyeni ubone kugcone abuqede ngesikhathi esola umkakhe ngokuphinga.

Umyeni uqale wadubula unkosikazi wakhe wabe esezidubula naye.

Isehlakalo sithuse kakhulu umndeni, omakhelwane nabangani e-Ellaton, eKlerksdorp.

Amaphoyisa athi uPetrus Segano,47, uqale wadubula wabulala umkakhe, uKelebogile Segano,44, wabe esezidubula naye ngoMsombuluko ngezithuba zabo-14:30.

Funda nalolu daba: Osolwa ngokudlwengula kuleli ubanjwe phesheya kwezilwandle

USergeant Kealeboga Molale uthi umakhelwane ubize abosizo lokuqala, nokuthe uma befika kwaqhuma isibhamu.

“Kube sekubizwa amaphoyisa, athole izidumbu zidindilize phansi zinamanxeba okudutshulwa,” kusho uMolale.

Amaphoyisa aseKlerksdorp avule icala lokubulala.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
When assisting your child with remote learning this year, did you:
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Follow the school's comprehensive sexuality education (CSE) curriculum?
13% - 335 votes
Adjust the CSE curriculum to suit the family's morals?
24% - 597 votes
Ignore the schools CSE programme and do your own teaching?
63% - 1580 votes
Vote
ZAR/USD
15.33
(-0.37)
ZAR/GBP
20.53
(-0.50)
ZAR/EUR
18.58
(-0.39)
ZAR/AUD
11.39
(-0.55)
ZAR/JPY
0.15
(-0.43)
Gold
1840.98
(+0.62)
Silver
24.14
(+0.60)
Platinum
1022.00
(+1.64)
Brent Crude
47.96
(+1.75)
Palladium
2403.01
(+0.95)
All Share
58651.74
(+0.63)
Top 40
53880.09
(+0.74)
Financial 15
11298.12
(-0.08)
Industrial 25
79578.40
(+0.65)
Resource 10
56074.40
(+1.08)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo