Umzali wengane eyadlwengulwa uthi ulwa impi angeke ayinqobe

eShowe – Owesimame ongane yakhe yadlwengulwa esikoleni ngomunye wothishela uthi ubona sengathi ulwa impi angeke ayinqobe.

Lo mama uthi zikhona ezinye izingane eziphumele obala ngokudlwengulwa esikoleni kodwa abazali abawavuli amacala emaphoyiseni.

OLUNYE UDABA:Ubanjwe namaphenti obezama ukudlwengula

Ngokwemibiko yeNewswatch,  bekulindeleke ukuba kuqale ukuqulwa kwecala lalo thisha enkantolo kaMantshi eShowe kodwa lahlehliswa ngenxa yokugula kwakhe umsolwa.

Lo msolwa oneminyaka engu-42 ubudala usolwa ngokudlwengula umfundi webanga 7 oneminyaka engu-12 ubudala esikoleni kwaZibonele Primary School.

Umama wale ntombazanyana okunguyena ovule icala wabona ngesikhathi ethola incwadi esikhwameni sendodakazi yakhe.

Uthi wabika ngalolu daba esikoleni nokuyilapho abanye abafundi abangu-24 baphumela obala ngokuhlukunyezwa kwabo.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
46% - 5149 votes
It's four more years for Trump
54% - 6102 votes
Vote
ZAR/USD
16.52
(-0.12)
ZAR/GBP
21.38
(+0.00)
ZAR/EUR
19.51
(-0.40)
ZAR/AUD
11.62
(+0.24)
ZAR/JPY
0.16
(+0.10)
Gold
1904.82
(+0.11)
Silver
24.55
(+4.94)
Platinum
858.66
(+0.65)
Brent Crude
42.85
(-0.67)
Palladium
2336.52
(+0.79)
All Share
55141.19
(-0.04)
Top 40
50741.17
(-0.00)
Financial 15
9953.15
(-0.25)
Industrial 25
75649.15
(+1.19)
Resource 10
53376.36
(-1.39)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo