Umzukulu kaMandela uthi ngeke aqophisane noMalema

Johannesbdurg – Umzukulu kaNelson Mandela, uMandla, useyinqabile inselelo ayiphonselwe umholi we-EFF uJulius Malema, yokuthi babe nenkulumompikiswano.

Uthi into abangakhuluma ngayo ukuthi yiluphi uhlobo lwensipho engasetshenziswa ukugeza umlomo kaMalema.

UMandla uqhube ngokuthi uma uMalema efuna ukuba nengxoxo naye ngoMandela kumele aqale axolise ngendlela aziphatha ngayo, afunde izincwadi futhi ayeke ukubulala ithemba kubantu.

OLUNYE UDABA: Akwaziwa lutho ngo-Nelson Mandela

UMandla, oyinkosi yaseMvezo, uthe uMalema ukwazile futhi ukufezekisa injongo yakhe yokuthanda ukunakwa, ebe ebeka izwe kabi.

Lokhu kulandela ukuthi uMalema akhuluma e-Oxford Union, e-UK, wathi uMandela walidayisa izwe..

“Uqala ngokudelela mina nomkhulu, manje usefuna sibe nenkulumompikiswano. Ngeke ngimnikeze ithuba ngoba ufuna ukubukwa,” esho.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
46% - 6255 votes
It's four more years for Trump
54% - 7360 votes
Vote
ZAR/USD
16.28
(+0.18)
ZAR/GBP
21.44
(+0.04)
ZAR/EUR
19.33
(+0.16)
ZAR/AUD
11.59
(+0.16)
ZAR/JPY
0.16
(+0.13)
Gold
1913.79
(-0.39)
Silver
24.87
(-0.24)
Platinum
888.00
(+0.56)
Brent Crude
42.06
(-3.35)
Palladium
2410.00
(+1.07)
All Share
55345.49
(+0.13)
Top 40
50905.12
(+0.11)
Financial 15
10138.60
(+1.83)
Industrial 25
74577.70
(-1.31)
Resource 10
54447.94
(+1.23)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo