Unkosikazi kaMugabe uphuthume eNingizimu Afrika ezofuna indawo yokuhlala

Harare – Unkosikazi kaMengameli waseZimbabwe uGrace Mugabe uthathe uhambo oluphuthumayo oluya eNingizimu Afrika eyofunela amadodana akhe amabili indawo yokuhlala.

Lezi zindaba zivele ngempelasonto, ngemuva kokuba uGrace ephuthwe yirali ebizeMasvingo, nokuyilapho khona umyeni wakhe ebekhankasa entsheni ngaphambi kokhetho lwango-2018.

UMengameli Robert Mugabe udlulise umyalezo wenkosikazi yakhe kubalandeli abalinganiselwa kwabayizinkulungwane ebebeseralini ngoLwesihlanu.

OLUNYE UDABA: Ubulale umkhwekazi abemsola ngokuthakatha

"Bengifuna ukubanani kodwa kwaba nesimo esiphuthumayo esingibizela eNingizimu Afrika ukuqinisekisa ukuthi izingane zami zithola indawo yokuhlala,” kubika iDaily News. 

Amadodana amabili kaMugabe, uRobert Junior noBellarmine Chatunga ngasekuqaleni konyaka kubikwe ukuthi asehlala eNingizimu Afrika.

Kukholakala ukuthi bafunda eGoli.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
46% - 6720 votes
It's four more years for Trump
54% - 7816 votes
Vote
ZAR/USD
16.21
(+0.74)
ZAR/GBP
21.21
(+1.09)
ZAR/EUR
19.17
(+0.96)
ZAR/AUD
11.52
(+0.73)
ZAR/JPY
0.15
(+0.93)
Gold
1898.55
(-1.18)
Silver
24.55
(-1.54)
Platinum
876.00
(-0.85)
Brent Crude
42.06
(-3.35)
Palladium
2377.00
(-0.06)
All Share
54796.42
(-0.99)
Top 40
50276.84
(-1.23)
Financial 15
10376.28
(+2.34)
Industrial 25
74130.97
(-0.60)
Resource 10
52819.20
(-2.99)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo