Unkosikazi ubulale umyeni wakhe kubangwa imali kabhiya

Bulawayo - Ishone ujuqu indoda yaseMatobo District ngemuva kokugwazwa wumkayo ngesikhathi kuqhubeka udlame lwasekhaya kubangwa imali kabhiya.

UFeluna Moyo, 20, wasePhathalika village, eSun Yet San, ugwaze uBekithemba Ncube, 33, kanye entanyeni wopha waze washona.

Isigameko senzeke ngezithuba zabo-18:00 ngoLwesithathu.

Okhulumela amaphoyisa aseMatabeleland u-Inspector Philisani Ndebele uqinisekise isigameko wathi umsolwa uboshiwe kanti futhi nguye osiza amaphoyisa ngophenyo.

"Siphenya icala lokubulala, kusolwa ukuthi owesifazane ubulale umyeni wakhe ngokumgwaza emqaleni.

"Lezi zithandani zibe nokungaboni ngasolinye ngezinkinga zasendlini. Ngaleso sikhathi, indoda yashaya umkayo ngezimpama, umkayo waziphindiselela. Wathatha ummese wesinkwa wagwaza ngawo umyeni," esho.

UNdebele unxuse amalungu omphakathi ukuba ulugweme udlame ekuxazululeni izinkinga zasekhaya njengoba isikhathi esiningi luphetha ngezigameko ezibucayi noma ngokuphuma kwesidumbu.

 - Bulawayo24

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Would you choose to continue working from home after the coronavirus lockdown if given the option?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, it's much better for me
40% - 6609 votes
No ways! I can't wait to get back to the office
12% - 1942 votes
A mixture of both would suit me best
48% - 7948 votes
Vote
USD/ZAR
14.61
(0.0)
GBP/ZAR
20.02
(0.0)
EUR/ZAR
17.37
(0.0)
AUD/ZAR
11.13
(0.0)
JPY/ZAR
0.13
(0.0)
Gold
1,743.98
(0.0)
Silver
25.25
(0.0)
Platinum
1,204.50
(0.0)
Brent Crude
62.95
(-0.4)
Palladium
2,641.93
(0.0)
All Share
67,191
(+0.2)
Top 40
61,459
(+0.3)
Financial 15
12,123
(+0.8)
Industrial 25
87,544
(+0.1)
Resource 10
68,608
(+0.2)
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo