Unxeshezelwe ngo-R19m owakhubazeka ehlaselwa amaphoyisa

Pretoria – Uzonxeshezelwa ngezigidi zamarandi owesilisa owakhubazeka behlaselwa amaphoyisa, kubika iPretoria News. 

Inkantolo eNkulu yasePitoli iyalele uNgqongqoshe wamaphoyisa ukuba akhokhele lo mlisa,35, imali engango-R16.7m wezindleko zezempelo adlule kuzona nangalezo asazobhekana nazo.

UMandla Mnisi owayengumqondisi wenkampani yezokwakha kanti lesi sigameko esanda kuthunjwa nemoto yakhe ngamadoda athathu ehlomile.

OLUNYE UDABA:Ona-15 ukhuleliswe umzala ona-12, owentombazane ufuna inhlawulo

Amaphoyisa ayeyenze isivimba mgwaqo azama ukumisa imoto yabo kodwa umshayeli waqhubeka nohambo ethi unamacala amaningi abhekene nawo.

Avulela ngenhlamvu amaphoyisa emotweni kaMnisi yohlobo lwe- Mercedes-Benz nokuyilapho alimala khona njengoba esekhubazekile.

Ummeli wakhe uthe basazobuyela enkantolo ngonyaka ozayo ukuhlawulisa amaphoyisa ngamaholo alahlekelwa yiwona uMnisi selokhu kwenzeka lesi sigameko

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
When a Covid-19 vaccine for under 16's becomes available, will you be taking your children to get it?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, immediately!
38% - 3814 votes
I'll wait to see how others respond
26% - 2599 votes
No, I don't think they need it
37% - 3692 votes
Vote
ZAR/USD
15.29
(-0.09)
ZAR/GBP
21.21
(+0.10)
ZAR/EUR
18.27
(+0.07)
ZAR/AUD
11.77
(+0.18)
ZAR/JPY
0.14
(+0.21)
Gold
1698.24
(+0.26)
Silver
25.22
(-0.22)
Platinum
1122.00
(+0.27)
Brent Crude
67.21
(+4.17)
Palladium
2340.16
(+1.12)
All Share
67991.12
(+0.37)
Top 40
62516.70
(+0.43)
Financial 15
12564.11
(-0.87)
Industrial 25
88432.66
(+0.61)
Resource 10
69650.24
(+0.70)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo