UPhrofesa utholakale edindilizile e-swimming pool yasenyuvesi

eKapa - Isidumbu sikaphrofesa obuye abe nguSihlalo woMnyango wesiNgisi enyuvesi yaseWestern Cape sitholakale e-swimming pool yekhephansi yalesi sikole ngoLwesine emini.

Lokhu kuvezwe yilesisikhungo esithe uMichael Wessels, ungumuntu obekujwayele ukubhukuda kanti isidumbu sakhe sitholwe yi-lifeguard.

NgoLwesihlanu usomlomo wale nyuvesi uPhrofesa Cherrel Africa uthe uWessels utholakale ngesikhathi ama-lifeguard eseshintshana ngesikhathi sokungena.

OLUYE UDABA: Abantu abathathu babanjwe inkunzi, kwashiswa neloli ebebehamba ngalo

"Isisebenzi ebesisanda kungena yisona esithole lesi sidumbu sintanta sodwa emanzini,"kusho u-Africa.

Uthi le nyuvesi ishaqekile futhi ibuhlungu ngokudlula kwakhe emhlabeni.

Okhulumela amaphoyisa uSergeant Noloyiso Rwexana uthe amaphoyisa ayaphenya ngembangela yokushona kwakhe.


We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
When a Covid-19 vaccine for under 16's becomes available, will you be taking your children to get it?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, immediately!
37% - 2552 votes
I'll wait to see how others respond
26% - 1801 votes
No, I don't think they need it
37% - 2529 votes
Vote
ZAR/USD
15.10
(-0.40)
ZAR/GBP
21.03
(-0.43)
ZAR/EUR
18.04
(-0.28)
ZAR/AUD
11.64
(-0.45)
ZAR/JPY
0.14
(-0.24)
Gold
1734.29
(+0.01)
Silver
26.66
(+0.05)
Platinum
1186.51
(+0.42)
Brent Crude
64.40
(-2.56)
Palladium
2310.00
(+0.58)
All Share
66138.05
(-1.99)
Top 40
60754.30
(-2.11)
Financial 15
12200.05
(-1.09)
Industrial 25
86144.34
(-0.81)
Resource 10
67459.85
(-4.14)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo