Uphume phambili emacaleni okubulala ngenxa yobufakazi obungagculisi

Durban - Kube muncu enkantolo kudedelwa owesilisa okuthi uyena owadedela isiqhumane esidlule nemiphefumulo, kubika i-Post.

Usomabhizinisi waseThekwini uLogandhoran “Yegan” Naidoo walahlwa amacala amabili okubulala, okufaka impilo yabantu engcupheni kanye nokubopha itulo lokubulala ngo-2013.

Kodwa manje umndeni wentombazanyana nogogo wayo abashona ngesikhathi lo sombhizinisi eqhumisa ikhaya labo usale umangele ngokushintsha kwezinto.

OLUNYE UDABA:'Uthweswe icala lokuduna owayesemotweni yomlingisi'

Yize kunjalo umahluleli uNB Tuchten ngesikhathi ehlisa isinqumo sakhe ngaleli cala uthe ufuna ukucacisa ukuthi isinqumo masingathathwa njengokuvunwa kukaNaidoo.

"Nginezinsolo ezinkulu zokuthi uNaidoo uyisigebengu esiziphilisa ngodlame,"kusho umahluleli.

Uqhubeke wathi, ngisho nongqondongqondo bemigulukudu bangagwetshwa yinkantolo kuphela uma kunobufakazi obanele bokuthi ulenzile lelo cala nokuyinto engenzekanga kulokhu.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Until the matric exams are over, my family is:
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Self-isolating to ensure we don't miss any exams
13% - 176 votes
Following Covid-19 safety protocols, but still going out like normal
54% - 754 votes
Business as usual, we're not worried about the virus
33% - 460 votes
Vote
ZAR/USD
16.23
(+0.67)
ZAR/GBP
21.02
(+0.59)
ZAR/EUR
18.90
(+1.01)
ZAR/AUD
11.40
(+0.88)
ZAR/JPY
0.16
(+0.82)
Gold
1877.90
(+0.05)
Silver
23.62
(+0.11)
Platinum
844.50
(+0.39)
Brent Crude
37.86
(-0.84)
Palladium
2204.58
(+0.60)
All Share
51684.70
(-0.41)
Top 40
47472.92
(-0.22)
Financial 15
9459.76
(-3.04)
Industrial 25
73405.64
(+1.00)
Resource 10
47245.91
(-1.21)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo