Uqophe umlando obuke amafilimi amahora angu-120 engaphumuli

Pretoria – Owesilisa waseCanada usephule irekhodi ebelikhona leGuinness World Record ngemuva kokubuka amafilimu amahora angaphezulu kuka-120 engaphumuli, futhi ngaphandle kokulala.

USuresh Joachim uqophe umlando ngeSonto kanti isenzo sakhe siphasisiwe yiGuinness World Records.

Wephule irekhodi lika-120 wamahora nemizuzu engu-23, ngehora elilodwa.

"Ngijabule kakhulu ngokubhala kabusha umlando weGuinness World Record kulo mcimbi, njengoba kuyisicoco sami sokuqala e-Afrika,” kusho uJoachim.

OLUNYE UDABA: Uqophe umlando owesifazane olale namadoda angu-919

Irekhodi elisha likaJoachim lidlula elika-Ashish Sharma waseNdiya, owabuka amafilimu amahora angu-120 nemizuzu engi-23, ebuka amafilimu angu-48.

UJoachim akukona okokuqala eqopha umlando njengoba useke waphuma phambili kowePin Bowling.

Abebengenele lo mncintiswano bebevumelekile ukuba bathathe ikhefu lemizuzu eyishumi uma kuphela ifilimu ngayinye ukuze baye endlini encane, balale noma baphumule.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
47% - 10273 votes
It's four more years for Trump
53% - 11492 votes
Vote
ZAR/USD
16.39
(-0.27)
ZAR/GBP
21.18
(+0.36)
ZAR/EUR
19.13
(+0.53)
ZAR/AUD
11.52
(+0.21)
ZAR/JPY
0.16
(+0.21)
Gold
1868.30
(-0.54)
Silver
23.32
(-0.35)
Platinum
852.00
(-1.95)
Brent Crude
39.48
(-4.73)
Palladium
2201.00
(-2.33)
All Share
51896.97
(-0.79)
Top 40
47576.46
(-0.74)
Financial 15
9756.70
(-2.69)
Industrial 25
72681.12
(-0.25)
Resource 10
47826.96
(-0.63)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo