URamaphosa akathathele u-Ace izinyathelo ukuze simethembe - DA

Bloemfontein - IDemocratic Alliance (DA) eFree State inxuse umengameli omusha we-African National Congress (ANC) uCyril Ramaphosa ukuba athathele unobhala jikelele we-ANC, u-Ace Magashule, izinyathelo njengoba esolwa ngenkohlakalo ehlanganisa nomndeni wakaGupta.

''Ramaphosa, qondisa u-Ace no [Ngqongqoshe weziMbiwa Phansi uMosebenzi] Zwane ... mhlawumbe ngemva kwalokho sizokukholwa ukuthi uzimisele ngokulwisana nenkohlakalo. Sebebantshontshele kakhulu abantu abampofu eFree State nasezweni,'' kusho umholi weDA esifundazweni, uPatricia Kopane, embhikishweni obubanjelwe ngaphandle kwamahhovisi kahulumeni eBloemfontein ngoLwesine. 

URamaphosa uphinde abeyiphini likamengameli wezwe eNingizimu Afrika.

OLUNYE UDABA: Amaqembu aphikisayo azobamba umhlangano ngolukaZuma

NgoLwesithathu uMengameli Jacob Zuma unikeze i-NPA imiqulu echaza ukuthi kungani kungamele abhekane namacala enkohlakalo asolwa ngawo.

Muva nje bayanda abantu abathi uZuma akaphume esikhundleni. Kodwa uRamaphosa uthi ukukhishwa kwakhe ngeke kwenziwe ngendlela ezomhlaza.

“Iqiniso ukuthi i-ANC igcina ngokukhuluma ngokulwisana nenkohlakalo kodwa akukho ekwenzayo,” kusho uKopane.

- ANA

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
46% - 6242 votes
It's four more years for Trump
54% - 7346 votes
Vote
ZAR/USD
16.34
(-0.19)
ZAR/GBP
21.49
(-0.19)
ZAR/EUR
19.38
(-0.09)
ZAR/AUD
11.61
(-0.05)
ZAR/JPY
0.16
(-0.15)
Gold
1914.57
(-0.35)
Silver
24.87
(-0.27)
Platinum
888.00
(+0.51)
Brent Crude
42.06
(-3.35)
Palladium
2413.00
(+1.19)
All Share
55345.49
(+0.13)
Top 40
50905.12
(+0.11)
Financial 15
10138.60
(+1.83)
Industrial 25
74577.70
(-1.31)
Resource 10
54447.94
(+1.23)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo