Usagcwele amathafa umfundi osolwa ngokugwaza uthisha eMnambithi

Durban – Kudingeke ukuthi kume ukufunda nokufundisa eBhande High School, eMnambithi, ngesikhathi umfundi ehosha ummese egwaza uthisha ekilasini.

Umbiko wephephandaba iSolezwe uthi kumanje lo thisha ubangwa nezibi esibhedlela kulandela lesi sigameko sangoLwesibili.

Leli phephandaba lithole ukuthi lo mfundi osolwa ngalesi sigameko ucwile kakhulu ezinkambeni zikaFaro wase exabana nothisha, wambhokoda ngommese.

OLUNYE UDABA: Umfundi, 15, ugwaze omunye ngo-okapi

Owamaphoyisa uCaptain Nqobile Gwala uqinisekisile ukugwazwa kukathisha, wathi basabheka umsolwa.

Kuthiwa othisha kulesi sikole badube oshoki bekhala ngokuthi abaphephile njengoba abanye abafundi abeseka umsolwa bese bechapha othisha ngenhlamba.

Okhulumela uMnyango wezeMfundo esifundazweni uScelo Khuzwayo uthe badumele kakhulu ngalesi sehlakalo.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
47% - 10285 votes
It's four more years for Trump
53% - 11502 votes
Vote
ZAR/USD
16.39
(-0.28)
ZAR/GBP
21.19
(+0.32)
ZAR/EUR
19.14
(+0.48)
ZAR/AUD
11.53
(+0.15)
ZAR/JPY
0.16
(+0.14)
Gold
1869.40
(-0.52)
Silver
23.33
(-0.34)
Platinum
851.01
(-2.06)
Brent Crude
39.48
(-4.73)
Palladium
2193.00
(-2.25)
All Share
51896.97
(-0.79)
Top 40
47576.46
(-0.74)
Financial 15
9756.70
(-2.69)
Industrial 25
72681.12
(-0.25)
Resource 10
47826.96
(-0.63)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo