Usagcwele amathafa uthisha ‘oshaye umfundi washona’

Nyeri – Umfundi waseGithungo Primary School, eKieni Nyeri County, eKenya, ushonile ngemuva kwezinsolo zokuthi ushaywe uthisha ngoba ebe sephutheni.

Ngokusho kukathishanhloko wesikole, uKelvin Kaguira, 12, uqulekile ngemuva kokushaywa yilo thisha ngenduku.

Uthishanhloko, uJoseph Karume, uthe uthisha akanacala ngoba vele lo mfana ubenesifo sokuwa.

Uthi lo mfana ubeshaywa nabanye abafundi abahlanu ngokufika sekudlule isikhathi ekilasini belibele ukudlala.

OLUNYE UDABA: Kuboshwe uthisha oshaye umfundi waze waquleka

UKarume uqhube ngokuthi umufi waquleka ngeSonto, kwathatha amahora amathathu ukuthi aphaphame.

“Lo mfana ubevele atatazele uma ethethiswa. Waquleka nasesontweni ngeSonto, nangoMsombuluko futhi,” esho.

Uthi uthisha osolwa ngokubulala lo mfana usekubhaceni kulandela ukuthi abazali balo mfana besabisa ngokumenza isilo sengubo.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
When planning for the Black Friday sales do you:
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Save, research and plan ahead, preparing to make the most of it?
8% - 857 votes
Wait and see what looks like a good deal on the day?
14% - 1613 votes
Have no interest in spending more money this year?
78% - 8777 votes
Vote
ZAR/USD
15.41
(+0.06)
ZAR/GBP
20.53
(-0.08)
ZAR/EUR
18.25
(+0.28)
ZAR/AUD
11.23
(+0.43)
ZAR/JPY
0.15
(+0.70)
Gold
1836.94
(-1.84)
Silver
23.57
(-2.48)
Platinum
926.76
(-1.62)
Brent Crude
45.19
(0.00)
Palladium
2343.00
(+1.45)
All Share
57147.31
(+0.94)
Top 40
52478.55
(+1.08)
Financial 15
11337.90
(+0.62)
Industrial 25
79917.53
(+1.49)
Resource 10
51771.17
(+0.65)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo