Usale othulini odune imoto ephethe isibhamu sethoyizi

Cape Town – Kudutshulwe indoda yashona ngemuva kokuthi yona nabanye ebihamba nabo ababili bedune i-Audi eRosettenville, kusho amaphoyisa kaMasipala waseGoli ngoMgqibelo.

Laba bobathathu kuthiwa badune le moto kuPhillips Street ngoLwesihlanu ebusuku bashaya bachitha, kusho uChief Superintendent Wayne Minnaar.

Isisulu kuthiwa singene emotweni kamfowabo salandela imoto yaso, sathinta amaphoyisa sesikuWemmer Pan Road.

OLUNYE UDABA: Kubulawe umsolwa kudutshulwana namaphoyisa

UMinaar uthi kube sekuqubuka impi yezulu lezandla, esinye isigebengu sasala othulini kwathi lezi ezinye ezimbili zakwazi ukubaleka.

“Kube sekutholakala ukuthi umufi usebenzise isibhamu esiyithoyizi ngesikhathi eduna le moto, waze wakhomba ngaso namaphoyisa.”

Laba abanye abasolwa ababalekile bebengakabshwa.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
When planning for the Black Friday sales do you:
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Save, research and plan ahead, preparing to make the most of it?
8% - 957 votes
Wait and see what looks like a good deal on the day?
14% - 1801 votes
Have no interest in spending more money this year?
78% - 9929 votes
Vote
ZAR/USD
15.12
(+0.36)
ZAR/GBP
20.24
(+0.23)
ZAR/EUR
18.02
(+0.24)
ZAR/AUD
11.14
(+0.40)
ZAR/JPY
0.14
(+0.35)
Gold
1806.39
(-0.14)
Silver
23.32
(+0.29)
Platinum
965.00
(+0.83)
Brent Crude
47.84
(+3.78)
Palladium
2323.00
(-0.13)
All Share
57742.19
(-0.03)
Top 40
52940.79
(-0.20)
Financial 15
11641.10
(-0.29)
Industrial 25
79835.50
(-0.36)
Resource 10
52605.42
(+0.07)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo