Usanethemba umndeni wowanyamalala eye kwesokusoka

Eastern Cape - Sekuphele iminyaka emine kwanyamalala ibhungu elineminyaka engu-15 ubudala esikoleni sokusoka, iPhakamisa, abazali balo bacele ukuba amaphoyisa aphinde aliphenye icala ukuze bezothola indodana yabo.

ULiyabona Makana, 15, wagcina ukubonakala eye esikoleni sokusoka esuka kubo, eZone 8, eZwelitsha eKing Williams Town ngoNovemba 2013.

Leli bhungu, elaligqoke isikhindi esiyisikotshi nesikibha esimhlophe, aliphindanga labuya ekhaya.

OLUNYE UDABA:Ifuna izimpendulo imindeni yabashone embhikishweni

Okhulumela amaphoyisa uSiphokazi Mawisa, uthe leli bhungu lafunwa esikoleni kanye nakubangani balo basendaweni kepha langatholakala.

Akekho oseke wamubona uMakana selokhu anyamalala.

UMawisa uthe umndeni ucele ukuba uphenyo ngokunyamalala kwendodana yawo luqhubeke ngoba unethemba lokuthola ukuthi kwenzakalani kuyo.

Onolwazi ngokunyamalala kwaleli bhungu uyacelwa ukuba axhumane noConstable Dineo Duma waseZwelitsha ku-040 655 1925, ku-073 365 1913 noma ku-082 958 8816.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
47% - 8074 votes
It's four more years for Trump
53% - 9240 votes
Vote
ZAR/USD
16.24
(-0.23)
ZAR/GBP
21.20
(-0.19)
ZAR/EUR
19.19
(+0.10)
ZAR/AUD
11.60
(-0.27)
ZAR/JPY
0.15
(-0.04)
Gold
1902.22
(+0.22)
Silver
24.25
(-0.77)
Platinum
890.00
(-0.56)
Brent Crude
41.24
(0.00)
Palladium
2350.00
(-0.67)
All Share
55208.24
(-0.24)
Top 40
50564.06
(-0.25)
Financial 15
10738.27
(-0.49)
Industrial 25
74868.41
(-0.05)
Resource 10
52363.43
(-0.38)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo