Usaziwayo wakuleli uhamba phambili kwabaqokelwe izindondo zaphesheya

Cape Town – Izinto ziyihambela kahle intokazi yakuleli uTerry Pheto osanda kuphakanyiselwa indondo yeBlack Reel.

Igama lale ntokazi selibuye latonyulwa kathathu kowe-International Achievement Recognition Awards (IARA) ngomsebenzi wayo emdlalweni i-Winnie nothi A United Kingdom.

Le ntokazi iqokelwe izindondo ze-Best Actress, Best Actress TV/Drama neBest International Actress.

OLUNYE UDABA:Nalu uhlu oluphelele lwabawine kuma-PSL Awards nemali abayitholile

Ephawula ngalokhu, uPheto uthe: "Anginawo amazwi okuchaza indlela engizizwa ngayo okwamanje. Kungithokozisa kakhulu ukwazi ukuthi umsebenzi wami uyabonakala ngisho nasemazweni aphesheya.

“Ubani obengacabanga ukuthi le ntombazanyana ekhulele eVaal ingake ibe sezingeni lokuqhudelana no-Oprah Winfrey futhi kube yiyona ehola uhlu lwabaqokelwe izindondo ezinhlelweni ezifana ne-IARA?”

I-IARA Awards iqhakambisa imisebenzi yosaziwayo abenza umsebenzi omuhle wokukhuthaza abantu kanye nabantu abaphumelelayo ezimbonini abasebenza kuzona.

Lo mcimbi uzobanjelwa ezweni eLondon ngomhlaka-2 Septhemba kulo nyaka.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
46% - 5983 votes
It's four more years for Trump
54% - 7064 votes
Vote
ZAR/USD
16.34
(+0.62)
ZAR/GBP
21.39
(-0.37)
ZAR/EUR
19.38
(+0.46)
ZAR/AUD
11.61
(-0.08)
ZAR/JPY
0.16
(-0.16)
Gold
1923.54
(+0.69)
Silver
25.08
(+1.36)
Platinum
891.00
(+2.29)
Brent Crude
43.05
(+1.28)
Palladium
2405.00
(+0.65)
All Share
55310.37
(+0.07)
Top 40
50878.25
(+0.05)
Financial 15
10051.54
(+0.96)
Industrial 25
74948.90
(-0.82)
Resource 10
54217.16
(+0.80)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo