Usazolinda umfundisi owatholwa nawokudlwengula

Johannesburg - Umfundisi oneminyaaka engu-50 ubudala owadlwengula isisulu sakhe kabili, okokuqala wasidlwengulela ehhotela okwesibili wasidlwengulela emzini wakhe osePinelands eKapa.

Lo mfundisi obekulindeleke ukuba agwetshwe bnamuhla (ngoMsombuluko) ngamacala amabili okudlwengula uzolinda ukuphela kwesonto noma isikhashana ukulalela isigwebo sakhe.

OLUNYE UDABA: Umfundisi wodumo uguqule umfana wamenza isitabane

Umfundisi uDavid Mteteleu Mnapu, 50, webandla iChrist Healing Fountain eMannenberg eCape Flats utholwe enecala ngenyanga ephelile bngokudlwengula ephindelela isisulu.

Lo mfundisi uvele enkantolo yaseParow ngaphambi kwemantshi uMandy van Leeve.

Icala lahlehliselwa ukuba agwetshwe ngoMsombuluko mhlaka-20 Juni ngenyanga edlule ngemuva kokuba etholwe enecala kwaphinde kwesulwa ibheyili yakhe.

Ngesikhathi sekufanele kuqale icala ummeli kaMnapu u-Uvile Siyo utshele inkantolo ukuthi ucele ukuba kubuyekezwe ukwesulwa kwebheyili yekhasimende lakhe eNkantolo eNkulu yaseWestern Cape.



“Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
46% - 6319 votes
It's four more years for Trump
54% - 7431 votes
Vote
ZAR/USD
16.27
(+0.30)
ZAR/GBP
21.41
(+0.15)
ZAR/EUR
19.32
(+0.20)
ZAR/AUD
11.59
(+0.13)
ZAR/JPY
0.16
(+0.11)
Gold
1920.10
(-0.06)
Silver
24.96
(+0.09)
Platinum
890.00
(+0.79)
Brent Crude
42.06
(-3.35)
Palladium
2410.00
(+1.07)
All Share
54809.98
(-0.97)
Top 40
50387.99
(-1.02)
Financial 15
10125.10
(-0.13)
Industrial 25
74013.68
(-0.76)
Resource 10
53601.66
(-1.55)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo