Useceliwe umculi owayeshaya elithi, "ngicel' indoda"

Durban - Iphephandaba iSunday Sun, seliveze ukuthi umculi oyintandokazi uBucie usethathiwe.

Le ntokazi enezingoma ezishisa izikhotha, Easy to Love nenye ethi ngiceli ndoda, uthathwe insizwa eyaziwa ngelikaNhlanhla.

Kuthiwa umyeni wale ntokazi akekho kule mboni yomculo futhi uthando lwabo bebelugcine luyimfihlo.

OLUNYE UDABA:UDJ wodumo usale nenhliziyo ebuhlungu engabongwa kumaSAM

Ekhuluma naleli phephandaba, uBucie uthe: “Angisekho emakhethe futhi lokhu kungenza ngizizwe ngikahle kakhulu, umuntu wesimame uyafuna ukuba nomuntu okuzoba ngowakhe.”

Kuthiwa lezi zithandana zahlangana ngasekuqaleni kwalo nyaka, kanti kuthiwa umgcagco wesintu uzoba ngasekupheleni kwalo nyaka.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
When a Covid-19 vaccine for under 16's becomes available, will you be taking your children to get it?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, immediately!
38% - 2956 votes
I'll wait to see how others respond
26% - 2040 votes
No, I don't think they need it
36% - 2867 votes
Vote
ZAR/USD
14.98
(+0.29)
ZAR/GBP
20.86
(+0.69)
ZAR/EUR
18.05
(+0.69)
ZAR/AUD
11.64
(+0.09)
ZAR/JPY
0.14
(+0.60)
Gold
1723.82
(-0.84)
Silver
26.49
(-0.99)
Platinum
1184.00
(-0.96)
Brent Crude
64.90
(0.00)
Palladium
2349.99
(+0.85)
All Share
67536.96
(+2.12)
Top 40
62107.04
(+2.23)
Financial 15
12456.31
(+2.10)
Industrial 25
88082.08
(+2.25)
Resource 10
68969.71
(+2.24)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo