Usehlalele ovalweni umlimi wase-KZN owasiza abokufika

Durban – Abanikazi beHope Farm, eKillarney Valley, KwaZulu-Natal, bathi bathuka izanya ngemuva kwezinsolo zokusatshiswa abantu bokufika ababahlalise kuleli pulazi labo.

"Angisakwazi ngisho ukuphuma epulazini lami. Sesipakishe izimpahla silindele ukuthi uma kusuka isidumo sikwazi ukubaleka.

“Sesihlezi sisaba ngoba sicabanga ukuthi sizohlaselwa,” kusho u-Andrew Wartnaby. 

UWartnaby, 47, ngoLwesihlanu uthi ushaye phansi ngonyawo kulandela ukuthi iqeqebana labokufika abangu-84 lishise itende, lasika uthango lase liyanqaba ukwamukela usizo lwakhe.

OLUNYE UDABA: Abaphindiselwe emazweni wabo abokufika - ISilo

NgoJulayi, uWartnaby nomkakhe, uRae, bahlinzeka abokufika abangu-139 ngendawo yokukhoselisa amakhanda kulandela izigameko zokuhlaselwa kwabokufika ngasekuqaleni kwalo nyaka.

Laba basala dengwane ngesikhathi uhulumeni evala amakhempu eThekwini namaphethelo.

Lo mndeni ubuhlinzeka laba ngokudla, indawo yokukhoselisa amakhanda, imfundo kanye nezinye izidingongqangi kulezi zinyanga ezinhlanu ezedlule.

Kuthiwa isidumo sasuka ngesikhathi uWartnaby efuna ukuthi laba babuyiselwe emazweni abo, leli qeqebana lanqaba lamsola ngokusebenzisana nohulumeni ukubakhipha kuleli.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
47% - 7896 votes
It's four more years for Trump
53% - 9058 votes
Vote
ZAR/USD
16.29
(-0.46)
ZAR/GBP
21.19
(-0.15)
ZAR/EUR
19.28
(-0.33)
ZAR/AUD
11.58
(-0.18)
ZAR/JPY
0.16
(-0.22)
Gold
1897.43
(-0.03)
Silver
24.17
(-1.03)
Platinum
884.00
(-1.28)
Brent Crude
41.25
(0.00)
Palladium
2356.22
(-0.47)
All Share
55339.58
(+0.99)
Top 40
50692.28
(+0.83)
Financial 15
10790.70
(+3.99)
Industrial 25
74905.70
(+1.05)
Resource 10
52561.57
(-0.49)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo