Usenkingeni owabhala kuFacebook ‘wathega’ uskwiza wakhe

New York – Owesifazane waseNew York, eMelika, angase ahlale ejele isikhathi esingonyaka ngemuva kokubhala i-status kuFacebook wase e-tag-a owesifazane okwakuthiwe angaxhumani naye.

UMaria Gonzalez usolwa ngokubiza uMaribel Calderon "ngesilima".

Kuthiwa wabhala kule nkundla yezokuxhumana wathi: “Wena nomndeni wakho niyadabukisa. Mina sengidlulile kinina, kepha kuyacaca ukuthi nini nisafuna ukunginaka.”

OLUNYE UDABA: Akatholakalanga ephawula omiselwe ukucwasa kuFacebook

Inkantolo itshelwe ukuthi uCalderon wathola isaziso sokuthi uthegwe uGonzales, wase azisa ummeli wakhe.

Ummangalewa ube esebekwa icala lokwephula umthetho ngoba wavalwa ekutheni axhumane nommangali ngemuva kokudivosa umfowabo, uRafael Calderon.

Ummeli kaGonzalez uthe ngeke asiphikise isinqumo senkantolo.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
When planning for the Black Friday sales do you:
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Save, research and plan ahead, preparing to make the most of it?
8% - 906 votes
Wait and see what looks like a good deal on the day?
14% - 1701 votes
Have no interest in spending more money this year?
78% - 9367 votes
Vote
ZAR/USD
15.22
(+0.85)
ZAR/GBP
20.33
(+0.81)
ZAR/EUR
18.09
(+0.67)
ZAR/AUD
11.19
(+0.23)
ZAR/JPY
0.15
(+1.02)
Gold
1803.73
(-1.76)
Silver
23.13
(-1.61)
Platinum
959.00
(+3.50)
Brent Crude
45.51
(+2.15)
Palladium
2339.00
(+0.42)
All Share
57761.92
(+1.08)
Top 40
53049.43
(+1.09)
Financial 15
11674.99
(+2.97)
Industrial 25
80126.12
(+0.26)
Resource 10
52568.48
(+1.54)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo